letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de #freestylefridays (08-05-2020) - ntombela

Loading...

kuze ng’khafule, k’mele amaqiniso ngiwadalule
kulunge nemilomo yomile kungcono bathule
ngithume nali good lomile kunjani ngiliphule
ngoba ushonela ekuncoleni ngathi ungene kugwadule
ofuna uk’zama ukubamba kuthatha isbindi
abal’ khuzayo yilaba abangazi nindi
nabezwa impilo ilula ingaba sindi
baze babuye kabili, ngebahlale bangaz’phindi
umona owani? sisuka sonke le ngaphansi
umbono owani? ogqayinga baswele icansi
iy’nkondlo zam, zingihlukanisa nabaphansi
yebo angali ulwazi luxabene nemali
thwala ilunda uzoguga k’qala mina ngisafunda
qala emuva, ngiwuthandabuza vele basinyunda
akukho okusha esikwenza manje wukuphinda amaphutha
yingozi engeqiwa ntwala wazihlupha uzohamba ubutha
coshi nsutha mkhubulwan akuthukela unaphakade
k’mele n’xhumane ngeke alinde uzubeyismakade
iphela kanje umuntu oyinqaba sebheke abanye
ngeke uphathe uwedwa amandla kavezi angakwenza uhlanye
yini vele uthandwa yingani?
banokuthinteki imithi noma uhamba ney’lwani?
kanti yini lento eyenza kube kuncan?
sebasola nanokuthi uphondo lukabhejan
cishe uphnyukelwa, ngamaphutha k’phela ngiphuphe abanye belwa
insomi iphela, phela sing-yiqalela kwasukasukela
khane nivela n’sabala ushukela inkondlo ngiyithungela
ugade amagama akho uzikhunga ngeshoba loku’phungela
aw’cabangeli abanye unjenge nceku eyithembekile
k’zofana n0biko abantu bazongithemba ng’file
seban’phile uhlake baphile abahlakaniphile
isgqila semali iyazi inkedama izolala idlili

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...