letra de pholile 2.0 - zee nxumalo, azana & mlindo the vocalist
[intro: zee nxumalo]
ukukhala kona akuncedi
inyembezi nazo azipheli
ngi hlangabeza inkinga, inkinga
oh akulunganga
[verse 1:]
ubobabize ubatshele bonke abonondaba
ukuthi mina nawe sifanelene, sakhelene
thina sofa silahlane, sofa silahlane
dali wami, muntu wami, sofa silahlane
seku pheli iminyaka ngi bhekana no fana nawe
ebusuku akulaleki ngoba ingcondo icabangana nawe
angifuni omunye umuntu
mina ngi funa wena wedwa
ngak’nika mina uthando lonke
[chorus: ]
ngika nhliziyo ngise (ngise)
hambile (‘mbile)
isilonda sipholile
amanxeba apholile
impilo iqhubekile (yeah-yeah-yeah-yeah)
[post-chorus:]
thimomo momomo
thimomo momomo
thimomo momomo
thimomo momomo
(thimomo momomo)
(thimomo momomo)
[verse 2: : mlindo the vocalist]
sanibonani mfundisi
hamba kanjani weh mfundisi?
uyakhumbula usishadisa?
uyamkhbula ulovie, sthandwa sami?
oh yeah, ulovie wami wa hamba, wa hamba
uyiphulile inhliziyo yami
uyibreakile i-trust yami
w-ngihlekisa nga ma jita, haw’ umdeni wami
kodwa lovie wami, oksalayo mina ngiyaku xolela
ngi right ngawe sthandwa, ngyakucela iya kwabanye
[chorus: ]
ngika nhliziyo ngise (ngise)
hambile (‘mbile)
isilonda sipholile
amanxeba apholile
impilo iqhubekile (yeah-yeah-yeah-yeah)
[post-chorus:]
thimomo momomo
thimomo momomo
thimomo momomo
thimomo momomo
(thimomo momomo)
(thimomo momomo)
letras aleatórias
- supa bwe › letra de 0000 (red light) - supa bwe
- pallbearer › letra de worlds apart - pallbearer
- deadships › letra de in life and death - deadships
- stk › letra de jour2 - stk
- charles ans › letra de la parada del bus - charles ans
- die toten hosen › letra de lass los - die toten hosen
- chaboki › letra de can't come home - chaboki
- mund x benja › letra de 5a - mund x benja
- fabio rovazzi › letra de volare - fabio rovazzi
- the cross › letra de in charge of my heart - extended mix - the cross