letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de thixo wami - zakwe

Loading...

[intro: zakwe]
nkulunkulu onamandla
mdala wezulu no mhlaba
siyakhuleka baba

[chorus: riot]
thixo wami, mawungabi kude nami
izitha zami, mazingajabuli ngami
thixo wami, mawungabi kude nami
izitha zami, mazingajabuli ngami
thixo wami, thabatha isandla sami
ndenze nami, ndibe ngongcwele (lord god)

[verse 1: zakwe]
ukuvuka ekuseni ke sibonga umdali sisaphefumula
kwabanye bethu kunzima, abalitholanga lelithuba
namanje inkosi sisayidumisa, kuyolamula ithuna
sphila nzima sivika abathakathi abagila lemkhuba
sithoba abalele ezibhedlela abagulela ukufa
sithinte abahlezi emajele bengenzangaphutha
ngikhulekela abasemkhukhwini abavika imvula
ngikhulekela abangiyitholi imisebenzi bebe bafundha
sikhulekela abantu bеsimame ukuthi basimame
thabatha isandla sami, inkinga zomhlaba siyinqande
abanyе bakhetha izindlela ezimbi sekunzima manje
uzubathethelele mdali la kunzima ngaphandle
[refrain: riot]
nkosi ngiyazi labantu esibabiza ngezitha, abantwa bakho eh
kodwa ngiyacela, ngiyacela, ukhulume nabo, behlise ulaka lwabo eh

[chorus: riot]
thixo wami, mawungabi kude nami
izitha zami, mazingajabuli ngami
thixo wami, thabatha isandla sami
ndenze nami, ndibe ngongcwele (lord god)

[verse 2: zola]
dear god, yimi futhi ngizokubekela
i might be long, get a chair, baba ngizokusikela
dear god onginike bona bayakhanya
bahlinzelwa bebancane, fede grand akunandaba
dear god bangihluthula umoya
wena uthi angithule mina ngifuna ukubangena like
bha-bha-bha, ngifuna ukubangena
dear god, where to from here?
kudala ngimemeza, can you really really hear?
bahlokoloza uzola, can you really really hear?
h-llo, h-llo? yoh god, are you there?
(yoh god are you there)
back to the studio ngibaphindele ke
back to the radio, ngiyidlale ke, haha
dear god mayihlehla ithatha amandla
dear god i’m done here, uva uzakwe?
[chorus: riot]
thixo wami, mawungabi kude nami
izitha zami, mazingajabuli ngami
thixo wami, thabatha isandla sami
ndenze nami, ndibe ngongcwele (lord god)

[verse 3: big zulu]
baba kunzima emhlabeni
ngathi sesiphila ney’lwane entabeni ay
mina ngazishiya eshlabeni
kodwa namuhlanje, zingifuna emnyakeni, hay
thixo wami, oh ngibambe isandla sami
ngiweze nami, umfula nomugcweleu
lapha engikhona kunzima
ngiphe amandla, nami ngilime eyami indima
angifuni ukuba yisdina
mangikokota angiceli, iminyango bayayikhiya/
ngicela ungiphe amandla
baba somandla nami ngicela ungiphe inamba
ngizokufonela nami ngibike usizi lwami la
kuzitha zami sengikhathele zinhlamba

[chorus: riot]
thixo wami, mawungabi kude nami
izitha zami, mazingajabuli ngami
thixo wami, mawungabi kude nami
izitha zami, mazingajabuli ngami
thixo wami, thabatha isandla sami
ndenze nami, ndibe ngongcwele (lord god)
[outro]

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...