letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de bathi ng'yachoma - zakwe

Loading...

[verse 1]
ngiyazi vele ngale track, ngisazovithiza iy’maku
le, insizwa yangampela, egadla ivike nge hawu
ngikuringele i-hour, nge peak time, ngibhidlize iminyango
awungidonsele i-wheelchair, before ngiba khiphele unyawo
ngibagebhela emnyango, ngigade lo, ozoringa mangikhipha
cause la, kuzokhoka i-caller, but forget ama-drink (coca-cola)
ingoma yami angisayi rap, ngiyinika u-linda sibiya
ayidingi ama-hoover, uzoyizwa kwi-motivational speaker
bathi i-dollar lilahlekile ngibathungela ama-pants
i-verse lami lakha i-packet (lucky packet) ngathi ngithenge i-sherbet
ngi-patient, ngithatha i-shine ngishiye ixhwele nesi khwele
noma ngiku confuse njengokubona i-boxing ring eyiskwele
mangispitha abahlehle, ngibazwile bathi angeke ngibe grand
bangamumela kanjani u-zakwe imilenze beyishiye e-tech
ngibaphezulela iy’ngxazu, babheke basele nge-shirt
bancenga amablukwe bonke laba abama baggy pants

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

[verse 2]
bangizwa nge-bhesi, ngibhampa njenge sponge esine base
ngi-control i-bass, kwi beat, ngi-ghev nge chase
bamela eceleni, ngiphele endleleni ngidedele i-pace
a bit suprising njengokubona isangoma esibhula i-skeyf
eh hhe, kanti zithini la, nabhida mangifika
ah wena uyangidina, ngizoyiyeka i-rap mawufika keleli zinga
mangiqeda ngiyahlina, ngibala i-dollar ngiziba ey’nokuqina
lezi ey’dinga ama-touch ups, ngathi zizama ukuthinta mina
anisoze nangifica, siza batshele ntwana kuzobhodwa
mawufuna ukusinda kule flow, khwela umkhumbi ka noah
i’ll blow you away, anytime, i-weight yakho ayibonwa
angidingi izandla, unjenge parashoot, umova ngomoya
basuka ngyahlofa, ngirula abolova kunyanye i-crew yonke
just because i lead (eye lead), sebengibiza ngey’nkophe
never bangi stop, ngeke banginqobe laba ababhobhe
i aint digging your sh-t, that’s why ngingeke nginikope

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

[verse 3]
bafuna ukungiphendula isibuko son, bangizela ngobuso
bazwe ngiringa ngama punch, sebengikhiphela isifutho
mawubona ngigib’sele i-carvela, ngisuke ngenza ngey’bomu
ukuthi ngihlale ngicupha iy’khala ngingaphathanga ama-bomb
ley’ntwana angiy’boni, makungena zona ngidlulisa i-track
sibasusa amabhadu, bahlulwe ukuhamba kuvuleke i-gab
sibambe inkunzi yama kepisi, sobenza ba-hand i-cap (handicap)
how can you jump to conclusion uhamba nge-wheelchair?
angi-hate ama-cats, infact i’m making you fools train
you want to picture this, thatha i-close up njenge toothpaste
new pace, ngibatalabha ngivule ithuna nge-verse
njenge cherry ebabayo ngenze bamise amatende
siza batshele, kuzoshuba nisazo bhubha ngiyafunga
it’s like i went down for cash, kudala ngehla ngenyuka
before ngiqhume, ngishaya i-signature yoku bhentsha kule nkudla
they just saw a stamack (star mark out) out, ngathi ngilenga amathumbu

[chorus]
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
babhampisa amakhanda kodwa makudlala le-ngoma
bathi ngiyachoma, ya sho, ngiyababona
shifta tsotsi, shaya ikhona mawungibona

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...