letra de k-roxx skit - touxh
[skit: k-roxx]
dankie, dankie, dankie yase mzini. dankie the brada, dankie boss. ah man eish, mfethu yazini. ng’zobe ngik’wenz’ isilima ntwana mangathi yonk’ into ivaya b’thebelele uyang’thola. ngoba nje khona nje izinto ezimbalwa nam’ ezinxakile at the moment uyang’thola? zing’bonisa nje, amawwe smackdown nje ntwana uyabo’. ah mara leyo ungaworry ng-yo ntwana ng’zo- ng’zoyi solva uyabona. ja ukuthi manje mfethu eish, kule’intsuku ntwana ng’loko ng’avoida uk’ringa nawe uyabo’. ja because, kuba ngathi manje ng’yak’shaya shaya mang’loko ngithi “ja, ng’zothumel’ impahla yakho, ng’zothumela”, and ng’loko ng’ngathumeli uyabo’. ja, eish. eh, ukuthi ntwana imtn, ing’bonis’ udoti sbali, imtn iyang’khutuza kau. ng’sabathe ngithi ng’khiy’ amagate, ngithi electric fence, ngithi razor fence, hai imtn baba iyakhutuzana. ng’fak’ idata vandag iyaphela, within an hour awazi iphelele kuphi, ivel’ iyazphelela nje. ng’yafaka (blows), ng’yafaka (blows) iyahamba idata, uyabona, eish. so, enye ichallenge naleyo mara ai. k’shuthi ‘mele ng’buye back to vodacom and esiny’ istress, istress phez’ kwe stress, uyabona. aaah mara otherwise ntwana ng’zok’vala vele, well, mase ng’thulul’ impahla yakho uyabo’. ja, ehh, ahh s’ngbuza nga-ngalapho bhuti ukuthi k’hamba kajani, ng’yezwa sowushaya amabars lapha phez’ kwe beat engalazi, hey, i’into ezi heavy phela lezo. so, s’ngabuza ngalapho ehlangothini bhuti ukuthi k’hamba kanjani
letras aleatórias
- condor band › letra de chant of madness - condor (band)
- bruce campbell › letra de jack of all trades theme - bruce campbell
- vida extra › letra de que sea la luz - vida extra
- the high llamas › letra de frankly, mr. shankly - the high llamas
- g mo skee › letra de dirty mothafucka - g-mo skee
- buzzocracy › letra de sphynx - buzzocracy
- andrew hyatt › letra de on me - andrew hyatt
- john gabbana › letra de back den - john gabbana
- vuk mob › letra de vatikan - vuk mob
- death of an era › letra de the helpless settlement - death of an era