letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de take it easy - teargas

Loading...

[intro: k.o.] x2
hey wena galakajana
kunini usithatha kancane
bheka manje ubanda kanjani
hey uthanda kanjani

[verse 1: k.o.]
khon’ ozokhala la, mfan’ uzothi unebhadi
asizang’ zodlala la, asinaso lesoskhathi
ungazosangana, sok’qedela i-party
ngoba abafana nawe can’t tell me nothing
eintlek bow’cabangani sigijimisa le-cheese thina everyday
mara sizwa bathi une-beef so sicela i-plate
geez for heaven’s sake
k’dala ubuzy ukuk’ insimbi mara namanje yithi ama-heavy weight
hayi suka… clever ngek’ uy’mele may’suka
(hayi magenge hayi kabi hayi iphutha)
sik’bhambe ngama-finger prints
ngoba la uhamba khona ushay’ iythupha
ubungazi we are the wrong crew to fight
umangabe uphuza mfanakithi uphuze right
yah siyabazi the khuluma kakhulu type
bizan’ i-plumber lana kuzoqhum’ i-pipe
oh no thina sizow’vala lo mlomo
mfanakithi sizok’ khiph’ ikani
brika man mina ngiphethe izinja zam’
joe they can pretty dance so take it easy sani

[hook: ntukza]
maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps
maw’ngaboni sizok’ fakela ama-specs
sikwenze busy (uzolandwa clever)
easy (uzolandwa clever)
u-bhizi uloko ushaya ama-pecks
wazi kahle ukuthi awuna niks
take it easy (uzolandwa clever)
easy (uzolandwa clever)

[verse 2: ma-e]
bheka manje sow’ jampa ama-fence
bheka manje sow’nuka ama-steps
uzobanjwa clever
ungasenzi sithathe ama-further steps
ungasenzi vele sisayine ama-cheque
uzogandwa clever
bheka manje sow’lande abogata, sow’ngene ku-june july
mfanakithi ubhekene ney’khulu la
uzolandwa ngendluzula, uzohlangana ney’khukhula
ubos’khuphula before uyisusa, bengamulali bengimthusa
hayi bengimkhuza, hayi bengimvusa
hamb’ ekasi uyobabuza, bazok’tshela ngami
abongwana baz’fela ngami
uthath’ i-cover umangivela sani
mas’hlangana soxabana amakomishi azophambana
and angifuni ukubona abantwini edladleni bazokhalaza

[hook]
maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps
maw’ngaboni sizok’ fakela ama-specs
sikwenze busy (uzolandwa clever)
easy (uzolandwa clever)
u-bhizi uloko ushaya ama-pecks
wazi kahle ukuthi awuna niks
take it easy (uzolandwa clever)
easy (uzolandwa clever)

[verse 3: ntukza]
qhubeka ulib’ u-speeda unyathelana ne-speed trap
uzogijima uzojima ngathi ufuna i-six pack
angikhulumi ngebiya you probably need that
street cred izokushiya nge-gap like pitch black
nina manipepereza mfana thina besikgereza
nina manikhekheleza mfana thina besithesha
ngizonifak’ i-verstaan ene ngizoyifaka ngenkani
coz niyafakana nama-bra nje ngamantombazana…
ene akupheli iviki ngingadonsi umphini wepiki
so k-mele wenze ungangidini uzogcwal’ ijalidi kini
fika bakini bazam’ uk’khuza ang’zwisisi
uyadelela maw’neympintshi unyathela k’phela mabriki
angis’umalume wenu but ningabashana kim’
can’t p-ss china kimi, can’t fight sala kini
noma ungavutha umlilo we paraffin
ungazodlalela la kimi uzothela ama-saladini

[hook]
maw’nenkinga sizokuthathela ama-steps
maw’ngaboni sizok’ fakela ama-specs
sikwenze busy (uzolandwa clever)
easy (uzolandwa clever)
u-bhizi uloko ushaya ama-pecks
wazi kahle ukuthi awuna niks
take it easy (uzolandwa clever)
easy (uzolandwa clever)

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...