letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de wadlala ngek'sasa - tab and si

Loading...

(intro: andieyzee)

ooooohoohooh
hiiiiihiihii

(chorus: andieyzee)

mina mang’hamb’ uzosala (uzosala uzosala)
wena lana ucathi k’yadlalwa (akudlalwa)
washiya ngane ekhaya no-mama (usizi lodwa)
wena wadlala nge-k’sasa (lakho)
wahamba nabangani bakho (bakho)
wabuya sungena lutho (lutho)
nalel’ ikhaya usuzol’mosha
buyel’ emumva mina ang’sakudingi
lutho, lutho, lutho
ang’sak’dingi, ang’sak’dingi, angisak’dingi
ang’sak’dingi, ang’sak’funi (ngsakfuni)
subuya ngob impilo iyak’hlula (iyak’hlula)
mina phela ang’thembeli kuwe (kuwe)
kunamaphuph’ ekmele ng’wafez ukuze k’lunge (kuze kulunge)
hhayi ukuze k’lunge (ukuze kulunge)

(verse 1: tab)

kodwa ung-yenza kanjan into enje isimo usaz’ ekhaya?

kodwa ung-yenza kanjan into enje umama umazi uyaphanta?

udlala ngo mama

manj’ uthi senze njan maw’suhlupheka? (senze-njani)

uthi asijabulе?

noma ufuna sik’buke?

ngoba wahamba waz’ ukuth wenzani! (wakwenz’ owakwеnza)

ngoba wahamba wazi ‘kuth wenzani! (wahamba)

kodwa uzoke ubuye yini?

(chorus: andieyzee)

mina mang’hamb’ uzosala (uzosala uzosala)
wena lana ucathi k’yadlalwa (akudlalwa)
washiya ngane ekhaya no-mama (usizi lodwa)
wena wadlala nge-k’sasa (lakho)
wahamba nabangani bakho (bakho)
wabuya sungena lutho (lutho)
nalel’ ikhaya usuzol’mosha
buyel’ emumva mina ang’sakudingi
lutho, lutho, lutho
ang’sak’dingi, ang’sak’dingi, angisak’dingi
ang’sak’dingi, ang’sak’funi (ngsakfuni)
subuya ngob impilo iyak’hlula (iyak’hlula)
mina phela ang’thembeli kuwe (kuwe)
kunamaphuph’ ekmele ng’wafez ukuze k’lunge (kuze kulunge)
hhayi ukuze k’lunge (ukuze kulunge)

(verse 2: si)

wadlala ngek’sasa lakho

aw’satsheleki futhi (aw’satsheleki, huh)

aw’nay’ ndlebe awuzwa

muntu engakbuk’ ek’thembe × 2

wadlala ngek’sasa lakho (wadlala ngek’sasa lakho)

aw’satsheleki futhi (aw’satsheleki, lutho nhlobo awuzwa, huh)

aw’nay’ ndlebe awuzwa (aw’nay’ndleb’ awuzwa

muntu engakbuk’ ek’thembe × 2 (huh)

(outro: andieyzee)

wena wadlala ngek’sasa

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...