letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de 18:18 (thokoza) - ta-ace (malume wama 2.0)

Loading...

hook x3
kokusiza uk-mela eceleni
mawungafuni ukuzithola usenkingeni
nami angizenzi – sengikhathele ukuhlala ekhoneni

verse:1
lamakhosi engihamba nawo angamele umndeni

ngahlangana nawo emaweni

sibudlela ebhodleleni – basop inganono idamane ukukhala ekuseni

ungangibheki emehlweni – lobu-satan enginabo ngabuthola la engomeni

ngabe senizweni – cela ningangi testi – mina ngathola-ishoba edwaleni
ishwing-shw-ng zomoya zavule i-cycle – ngangena eskhaleni

ngiyafisa nami ukuphila nice – ngithandwe abo-nice
ngithole yonke into isi-right -nginga checki i-price

u-girl wakho uba ne-alostro uma engibuka – nawe uyabona ngiyavuma
that time ikhanda liyaduma – umalume yinkinsela – ufike ngomkhuba

thokoza – dlozi – thokoza (x2)

thongo lami- cela ungavumi badlale ngami. cela ungavumi badlale ngami

hook x3:
kokusiza uk-mela eceleni
mawungafuni ukuzithola usenkingeni
nami angizenzi – sengikhathele ukuhlala ekhoneni

verse 2:

isithunywa siyanyuka, ukuvuka ekuseni ngamasa sekuwu mkhuba
u-busy uzamula
loko abadala bakubiza ngevuka
benginokuvuka ekuseni ngizithola sengicula

ngiloko ngizibuza kwenzakalani
ugogo wathi umangikhuleka konke kuzolunga
khona ingelosi esuke ingikhumbula
ifuna ukukhushulwa
ngaloshuni ngizobusa – omendleleni yami uzosuswa
namanje kungashuba – mangizwa incindezi ngiyilapha ngequba

adlib: (hey hey)

ngiphuma kwa-thema incase uyazibuza
injongo elikhulamela phansi
angiyithinti ne-ntash
lengoma yenkosi yoshuni ithinta amanguni
thokoza dlozi thokoza (2x)
(thongo lami ngicela ungavumi badlale ngami

(verse 3)
amakhosi aqamba ingoma sengiphum’ emanzini ngiphethe induku
ng-yifihla khona la emqubeni
kokusiza ukusuka endleleni
manje nisenjeni, uyabona manje seniyinyathele emsileni
thokoza dlozi thokoza. thongo lami ngicela ungavumi badlale ngami

hook x3:
kokusiza uk-mela eceleni
mawungafuni ukuzithola usenkingeni
nami angizenzi – sengikhathele ukuhlala ekhoneni

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...