letra de wrong society prod.mthuxman - sytroo feat. amanda
[intro]
nawe you know,mthuxmanrecords
nawe you know…sytroo…..(l-war)
[verse:sytroo]
beng’buya la kwi cherry yami
mengithi qala kwi street light k’gcwele abantu
bememeza bethi ”wena uyas’dina!”
bang’biza ngang-ya phela bebephethe nezagila
ngabaleka ngehla endleleni encane mang’fike’mkhukhwini
ngavinjwa amadoda amaningi aphethe ney’tina
ang’bamba ngadabuka iskibha kwaqhuma nama teku ami amasha
mengithi ngyabuka abantu bayeza ne tyre liyasha
ng’zamu’k’dlubulundeka beng’hlaba ngey’mpama ngithi ng’funuk’masha
beng’buza ukuthi ”ngimbulaleleni ucebo?”
”ngim’dlwenguleleni uzama?”
ngithi angazi lutho bethi ang’phendule ngokshesha
nabazali bela ethi ”umama vuuma!a” ngithi angaz’lutho-nje ma
oyedwa ang’shaye ngedolo esphongweni bang’faki’tyre
[hook:amanda]
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
he has no fault ever heard of no guilt till proven guilty
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
[verse]
bang’shiye ng’sasha,ksale umama nobaba umama’khale
ubaba aphuthume emlanjeni abuye ang’bhunyele ngamanzi
aphinde aphindele aphinde abuye naye lapho usemanzi
ng’phakame ngezandla lapho phansi k’gcwele’lami gazi
ng’bone umshanami us’phumelele eza kude ekhala
ey jah..umama afonele i ambulance ngenhlanhla ifike early jah
es’swiniskhumba sxebukile emhlani ng’nemvimbo
odokotela beng’qukule ngob’caphelele
aw’nayi nentombi yami-la iyang’buka ngingena kwi ambulance
eb’sweni igcwele inyembezi
ithi ifuna ukungena nami odokotela benqabe bavale imnyango
lapho ibelethe ingane yami encane esanda k’zalwa ngembeleko
yahambe i ambulance besale bebambene
[hook]
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
he has no fault ever heard of no guilt till proven guilty
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
[bridge:amanda]
myekeleni akanacala umtanami hiihhi
he has his life a head of him dream,to achieve
hhey nina nivele nambulala-nje
myekeleni ever heard of no guilt till proven guilty
myekeleni akanacala umtanami hhey hey
myekeleni myekeleni myekeeleni hiihi
akanacalu’mtaname… akanacala umtanami hii hi
myekeleni usekathule-nje yehhey yey
[hook]
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
he has no fault ever heard of no guilt till proven guilty
myekeleni myekeleni akanacala umtanami hheehey
letras aleatórias