letra de wamuhle - sjava
this is the realest i ever wrote
[hook]
waze wamuhle sthandwa sami , umuhle usuthuli ebhokisini
waze wamuhle ngathi uzovuka
waze wamuhle themba lami , umuhle usuthuli ebhokisini
waze wamuhle ngathi uzovuka
ngathi uzovuka ungibambe futhi
ngathi uzongisula izinyembezi futhi
ngathi uzothi asiguqe sithandaze futhi
ungitshel’ ukuthi konke kuzoba right
ngathi uzovuka ungibambe futhi
ngathi uzongisula izinyembezi futhi
ngathi uzothi asiguqe sithandaze futhi
ungitshel’ ukuthi konke kuzoba right
i’m waiting. i’m waiting…
i’m waiting , i’m waiting , i’m waiting for you to call again
[verse]
ngigcina ukuk’bona , wathi uzongfonela
namanje ngisalindile , ifoni isathule weh
ngigcina ukuk’bona , wathi uzongfonela
namanje ngisalindile , ifoni isathule weh
ngilahlekelwe uyazi , ukuthi abantu abazi
inhliziyo ibhlungu uyazi , ukuthi abantu abazi
goodbye , goodbye , goodbye
konke ebesikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile
goodbye my lover , goodbye my friend
konke ebesikuhlanganisile mina nawe emhlabeni sekuphelile
see you on the other side (other side)
maw’kuthi siyabonana ngempela mase sihambile emhlabeni
see you on the other side x4
letras aleatórias
- payattention ru › letra de неоправданно - payattention (ru)
- winger › letra de midnight driver of a love machine - winger
- dragon ash › letra de palmas rock feat. uzi-one - dragon ash
- fabula › letra de alud - fábula
- corbeau › letra de ailleurs - corbeau
- royce da 59 › letra de regardless - royce da 5'9''
- fractures › letra de dawn - fractures
- demo ultimi aed › letra de se mi lasci ti cancello - demo & ultimi aed
- jwess › letra de luv ya - jwess
- kayo guevara › letra de bakara - kayo guevara