letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de impilo - sjava

Loading...

sengaze kuf’umuntu
sengaze kuf’umuntu
ngenxa yothando

ngiyazi akukho lula
umuntu umthande ak’tshele ukuthi uthando luphelile
kodwa impilo k-mele iqhubeke

kuyokusiza ngani uk-mgwaza
kuyok’siza ngani uk-mdubula, umshise, myekele
kodwa impilo k-mel’qhubeke

khala some mntaka ma
seza ndlula lezontsuku
sisa khula sithandana
kwak-mnandi emhlabeni

ngith’akusekho lokho
sekuy’phupho lokho
‘thi iyanciph’imishado
kwand’imingcwabo

ngiyazi akukho lula
umuntu umthande ak’tshele ukuthi uthando luphelile
kodwa impilo k-mele iqhubeke
kuyokusiza ngani uk-mgwaza
kuyok’siza ngani uk-mdubula, umshise, myekele
kodwa impilo k-mel’qhubeke

anibize abadala, bashise impepho emsamu
nibize nabafundisi bathandaze
ngith’akusekho lokho siya qhuma islilo
iyanciph’imshado kwand’imingcwabo

ngoba ak-me njalo
bazophela oh mama bethu
bazophela oh odade kwethu
zopheli ngane
sekwanele, sekwanele leligazi el’chithekile selanele

ngiyazi akukho lula
umuntu umthande ak’tshele ukuthi uthando luphelile
kodwa impilo k-mele iqhubeke

kuyokusiza ngani uk-mgwaza
kuyok’siza ngani uk-mdubula, umshise, myekele
kodwa impilo k-mel’qhubeke

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...