letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de naima love - seazy xxl

Loading...

[verse 1 : seazy xxl]
thatha uthando lwami uthathe uqobo lwami
mawugodola ngzoy’khumula iy’mpahla ugqoko okwami
sikhule nabo lova vele sigqokisana
sishera odangala sith sidla umswenko sikhohlisana
ngfuna wazi ukuthi ngsuka kephi
ngfuna wazi ukuthi inhloso yami ukuthi uhlezi uhappy
mangase uphenya phenye iy’ngoma ekasi ubheke umlando
imina kphela umrapper wase kasi ogcwele uthando
thath uthando lwami uqobo lwami lonke
ngasho njalo kwi ex yam kodwa ayikaze ibonge
shaya izandla like naima, i love you like naima
i love you like gog’ louise ethanda umshayina
kudlala ingelosi noma kudlala wena
kmina kyafana pick up lines ngiwasho ngo mageba
but still make you laugh like miriam makeba
vaar ne hit tell that boy hlehlela

[chorus : camal]
it feels good anyway mabejola nomi ikephi
everywhere khona unaima kay
good anyway mabejola noma ikeph
everywhere khona unaima kay
love is in the air
everywhere khona unaima kay
love is in the air
everywhere khona unaima kay
[verse 2 : seazy xxl]
asishaye izandla for uthando lwethu
sikwazile ukufunda ukuthi kmele sithande okwethu
uthando lwami lu deep ngikholwe njengo vuyo mokoena
ngazinikela ku jesu ngaphinde ngazinikela kuwena
riding around the city, riding around with seazy
makukhona okudidisayo i’m like “oh please aksizi”
ngkhumbula ngale skhathi ngikhila ’03 ngakini
bangibamba inkunzi ubatshene ukuthi they owe me ngakini
kodwa ke every night uncibijane you all i ever wanted
when you with me you feel me i keep it 100
shaya izandla like naima, i love you like naima
i love you like mbongeni ngema ethanda usarafina
uthando lwethu sisuka kude lude uhambo lwethu
back when i use to check for you ngogqoke iskhindi nophaqa
back when unyaka uphethwe ushwi nomntekhala
vaar ne hit tell that boy hlehlela

[chorus : camal]
it feels good anyway mabejola nomi ikephi
everywhere khona unaima kay
good anyway mabejola noma ikeph
everywhere khona unaima kay
love is in the air
everywhere khona unaima kay
love is in the air
everywhere khona unaima kay

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...