letra de ngithande nami - philsner
hey philsner
uh
[hook]:
nami ngifuna ukupusha ikari yami
ngifane nabangani bami
nginga hluwa yintanga zami
nasi iscelo sami
god
ngicela ukhuti ungithande nami
ngicela ukhuti ungithande nami
[verse 1]:
i hope izitha zami zi khuluphele
ngoba zibamba ama gqubu kuphela
mina inhliziyo yami ifudumele
sleep walking to the bank bathi uphilsner uphumelele
monday to sunday
ngithandanza ngikhale
no ngifuna one thing
nkosi ngicela ungithande
izi busiso ngiyazi deserve nami
ngifuna ukufika kuzinga umamami azo brag ngami
umdeni wami zonke nezi hlobo zikhone uku yamela ngami
balethe bonke abantwana kimi ngizoba bless nami
[hook]:
nami ngifuna ukupusha ikari yami
ngifane nabangani bami
nginga hluwa yintanga zami
nasi iscelo sami
god
ngicela ukhuti ungithande nami
ngicela ukhuti ungithande nami
[bridge]:
ngiyathandaza nje ngabanye ngicela ungithande nje ngabanye
ngiyathandaza nje ngabanye ngicela ungithande nje ngabanye
[verse 2]:
once kwalunga lana
kuzoba ngathi akukaze kwa bheda
a little boy from empumalanga
balfour thina siyaphambili siyathemba
you never used to text me
now you have a problem because ngi happy
i had to make it work because angina plan b
bafuna ukungi valela bebe ngazi ngiphethe ispare key
nkosi hamba nami
uyi isibani sami
wena mdali wami
kule thunzi lokufa bamba isandla sami
nkosi hamba nami
uyi isibani sami
wena mdali wami
kule thunzi lokufa bamba isandla sami
bathi uyamamela masi khothama
mangi lahlekile nkosi wozongi landa
ngoba
[hook]:
nami ngifuna ukupusha ikari yami
ngifane nabangani bami
nginga hluwa yintanga zami
nasi iscelo sami
god
ngicela ukhuti ungithande nami
ngicela ukhuti ungithande nami
letras aleatórias
- christ dismembered › letra de blood of the innocent - christ dismembered
- wantons › letra de begoo yadete - wantons
- frazer 495 › letra de party - frazer 495 - frazer 495
- power rangers lost galaxy › letra de homesick - power rangers: lost galaxy
- george gadd › letra de exit strategy - george gadd
- b p valenzuela feat crwn › letra de cards - b. p. valenzuela feat. crwn
- doubt boy › letra de playday - doubt boy
- alix perez feat spectrasoul › letra de synergy - alix perez feat. spectrasoul
- jennifer salisbury james mustafa › letra de my middle name is moderation - jennifer salisbury & james mustafa
- егор крид › letra de алло - егор крид