letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de gogo - philsner

Loading...

[intro: philsner]:
yeah nazwane! bheka

[tag: robyn]:
hey philsner

[verse 1]:
gogo nawe uyazi ukhuti ngyakuthanda
bowu hlanganisa itwo randi bese ungi thume iatchar
uthi abazukulu bami balale ngendlala ngisa phila ngeke nili bone lelo langa

uyazi ecinisweni gogo mina yazi ngiyaku thanda
if umkhulu bekasa phila mhlawumbe besi zoku banga man
gogo wami uadorable, gogo wami ngyaku bonga futhi
i’m sure ngezi nkhathi zakho lokuyana wena bowu portable

ey, inkosi ingi size ithathe wonke umhlaba ishiye wena
ngisase mncane inhliziyo yami mayibu hlungu bonke beba linda kufike wena

cos mina bengi lamba until kufike wena bеngyeke ngidlala ngodaka until kufike wеna
ngifisa ngathi inkosi inga thata zonke iybusiso zalo mhlaba bese ayceda lapho iyinike wena

[hook: philsner]:
ungasi khohlwa mawuya ejozi
mele ukhumbule la ekhaya uzo khothwa yi dlozi
ungasi khohlwa mawuya ejozi
mele ukhumbule la ekhaya uzo khothwa yi dlozi
ungasi khohlwa mawuya ejozi
mele ukhumbule la ekhaya uzo khothwa yi dlozi
ubuye ubuye phela
[verse 2:philsner]:
umsebenzi uthatha iskhathi sami sonke
ngifua uku buya ekhaya ngibone ikasi lami lonke
plus alikho ikasi eli ndlula ibalfour khulama kas aniwa thembile asiba sabi ba bonke

bengiku siza ngenze i ice ngiwa bhophe
bowungi faka endleleni bowu wala ngilove
mangyo vakasha bese ngi khala ngizisole
bese manibuya ekhaya bese ngicala ngi none

ube umama kimi
umntwanakho asa phila waba ubaba kimi
umuntu one nkinga nawe akazo qala kimi
inhliziiyo yami ngathi kuwe ikhaya kimi

uyingelosi ephilayo ngina manga yini?
ngisa hlala nawe konje ngake ngalamba nini?
yonke into oke w-ngthsela yona, izinto oke w-ngi khuza zona ziya yenzeka uke waqamba manga nini?

[hook: philsner]:
ungasi khohlwa mawuya ejozi
mele ukhumbule la ekhaya uzo khothwa yi dlozi
ungasi khohlwa mawuya ejozi
mele ukhumbule la ekhaya uzo khothwa yi dlozi
ungasi khohlwa mawuya ejozi
mele ukhumbule la ekhaya uzo khothwa yi dlozi
ubuye ubuye phela

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...