letra de abantu - ntandoyamahlubi
uyazi ukuthi lana emhlabeni k-mele sifunde ukunyamezela
uyazi ukuze siye phambili k-mele sibhekane nendlela
wonke umuntu ufuna ubomi, ufuna indlela yokuhlala
wonke umuntu ufuna ukukhanya, ufuna indlela yokuzithole
sonke sifuna impumelelo, sonke sifuna injabulo
khona sizokwazi ukuya phambili, ukuya phambili
abantu bayafana, abanye bayatshintsha
kodwa sonke sifuna indela yempumelelo
abanye bayakhala, abanye bayahleka
thandaza, thandaza inkosi izokuphendula
impilo inzima yebo, ayifani neyase mandulo
sikhule kanzima yebo, kodwa k-mele sibhekanе nezimo
akekho omunye umuntu ozokwеnz’ ubone ubomi bakho
akhekho omunye umuntu ozokwenz ’ugugqul’ impilo yakho
sonke sifuna impumelelo, sonke sifuna injabulo
khona sizokwazi ukuya phambili, ukuya phambili
abantu bayafana, abanye bayatshintsha
kodwa sonke sifuna indela yempumelelo
abanye bayakhala, abanye bayahleka
thandaza, thandaza inkosi izokuphendula
letras aleatórias
- kant mc › letra de rap gamers - kant mc
- venus goldenburg › letra de cloud 9 - venus goldenburg
- exuma › letra de dready - exuma
- jutes › letra de toyota - jutes
- cenk cetin › letra de very cried i - cenk çetin
- pc dave › letra de chicken rap - pc dave
- hatesphere › letra de iconoclast - hatesphere
- ace hood › letra de key to the streets - ace hood
- zate › letra de don't worry - zate
- duzz › letra de condor - duzz