letra de umncele - nomfundo moh
[intro]
ngizow’ wela
ngiyavuma ngizow’ wela
[chorus]
ngiyezwa mfo
ngiyavuma ngizow’wela lo mncele
uthando luyanqoba konke
ngiyezwa mfo
ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (ooh, ooh)
uthando luyanqoba konke
[verse 1]
olwasemandulo (lwakdala)
ngiwel’ izibuko
ngiyokha ngaph-sh-ya
kunomthombo wamanzi amnandi
kunejongo eling’funa phansi
iqhamuk’ isingvimb’ insizw’ izizwa
ithi uyang’faka noma uyang’khipha?
dudlu ntombi dudlu (dudlu), dudlu
ung’fak’ enhlizweni nom’ ung’khiph’ osizini?
[chorus]
ngiyezwa mfo
ngiyavuma ngizow’wela lo mncele
uthando luyanqoba konke
ngiyezwa mfo
ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (oh, oh)
uthando luyanqoba konke
[verse 2]
ngishaya isphithiphithi ngiyazi ngenzani
isndiyandiya yah
isgcin’ iyogcagcel’ esokeni
ngiyeke, ngiyeke mama
uthando luyangehlula
i put my guard down (down, down)
amazw’ akho anamandla
inhliziyo iyakhathala amanga
okuz’khohlisa kwam’, ngik’nika ucu lwam’
[chorus]
ngiyezwa mfo
ngiyavuma ngizow’wela lo mncelе (lo mncele)
uthando luyanqoba konke (konkе)
ngiyezwa mfo (yezwa mfo)
ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (lo mncele)
uthando luyanqoba konke (uthando luyanqoba, luyanqoba konke)
ngiyezwa mfo
ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (hay’ ngizow’wela)
uthando lyanqoba konke (ngizow’wela)
ngiyezwa mfo (yezwa mfo)
ngiyavuma ngizow’wela lo mncele (lo mncele)
uthando luyanqoba konke (hay’bo)
letras aleatórias
- phil thornalley › letra de under my skin - phil thornalley
- louis prima › letra de che la luna - louis prima
- suggs › letra de so tired - suggs
- the anatomy of › letra de two wanderers - the anatomy of...
- kana nishino › letra de fantasy - kana nishino
- rabbit junk › letra de invasion - rabbit junk
- harlem › letra de someday soon - harlem
- sportowiec sch › letra de realizuj się - sportowiec sch
- bad bad hats › letra de nothing gets me high - bad bad hats
- buddy jewell › letra de happiness is an inside job - buddy jewell