letra de isandla sikamama - nomfundo moh
isandla sikamama lyrics
[intro]
yeah you know it
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 1]
empilweni yami (iih)
kuhambe kwahamba inkosi yabiz’ iqhawekazi lami (iih)
mihla ngemihla
mina ngihlezi nginok’fisa
ngilokhu ngilangazelela
ukubon’ ubuso bakhe
hay’ uyadel’ osanomama wakhe
(abanye balele emangcwabeni weh)
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlеl’ ek’mele ngihambе ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 2]
ndlovukazi yami enomoy’ obunene
ntombi yakwabo enesineke eh (eh heh)
oh mina ngkhumbul’ umama
ngiyalangazelela
ukuthol’ eliny’ ithuba nawe
ngincokole nawe
impilo ngab’ ingcono ukube ngsesenawe
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
letras aleatórias
- libelula pequena › letra de palo rosa - libélula pequeña
- mission of burma › letra de execution - mission of burma
- tera melos › letra de warpless run - tera melos
- dia › letra de can't stop - dia.
- yves › letra de you wanna know - yves
- aap mob › letra de black card - a$ap mob
- keko yoma › letra de tras - keko yoma
- lil uzi vert › letra de sauce it up - lil uzi vert
- lil uzi vert › letra de neon guts - lil uzi vert
- astrid s › letra de think before i talk - astrid s