
letra de isandla sikamama - nomfundo moh
isandla sikamama lyrics
[intro]
yeah you know it
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 1]
empilweni yami (iih)
kuhambe kwahamba inkosi yabiz’ iqhawekazi lami (iih)
mihla ngemihla
mina ngihlezi nginok’fisa
ngilokhu ngilangazelela
ukubon’ ubuso bakhe
hay’ uyadel’ osanomama wakhe
(abanye balele emangcwabeni weh)
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlеl’ ek’mele ngihambе ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
[verse 2]
ndlovukazi yami enomoy’ obunene
ntombi yakwabo enesineke eh (eh heh)
oh mina ngkhumbul’ umama
ngiyalangazelela
ukuthol’ eliny’ ithuba nawe
ngincokole nawe
impilo ngab’ ingcono ukube ngsesenawe
[chorus]
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama cel’ ung’khanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
ngikhanyisele
ulul’ isandla sakh’ ungibonise
indlel’ ek’mele ngihambe ng-yo
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
mama weh (mama)
letras aleatórias
- letra de my private joy - dion
- letra de ludlow - alex noelle
- letra de suicide doors - gvl khan
- letra de in this place - sounds of grace
- letra de lambda - leonleon
- letra de the walls - olivia lunny
- letra de footprints on ice - anmol sandhu
- letra de did it first - the abhiarc
- letra de be here (live in paris) - raphael saadiq
- letra de bleed - dylan noir