letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de amalobolo - nomfundo moh

Loading...

[chorus: nomfundo moh]
kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
kant’uzongilobola nini?
umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy’misele ngani
kant’uzongilobola nini?
kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
kant’uzongilobola nini?
umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy’misele ngani
kant’uzongilobola nini?

[verse 1: nomfundo moh]
funi-contenti nami abazong’lobola
funi-contenti nami abazong’lobola
wen’ ufununkosikazi nomumashlalisane?
“nginike iskhathi ngisabeka-beka amarandi”
kunini waqala wena ulokh’ubeka-beka namanj’akuhlangani?
“ngixhenge mama uyazi kuyashisa maan”
njalo-njalo uhlezi ubalekel’iqiniso
ai wegwala ndini (gwala ndini)

[chorus: nomfundo moh, nomfundo moh & big zulu]
kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
kant’uzongilobola nini?
umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy’misele ngani
kant’uzongilobola nini?
kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
kant’uzongilobola nini?
umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy’misele ngani
kant’uzongilobola nini?
[verse 2: big zulu]
salungis’inkomo
manje ngsekagobiqolo
umsebenzi lo ngiw’tholizolo
naw’usujah’ukushintshi sibongo, hay’
ai mawung’thand’uzolinda
kodwa mawungang’thandi uzongishiya
nami dali uyazi ngithwel’ubunzima
nglind’umlungu seng’zofika, hay’
naw’ukhuluma njalo, hay’
busuku nemini uthetha njalo dali
hay’ ng’suke ng’hambe mina, hay’
ng’yohlala kwamlungu dali, ai suka

[bridge: nomfundo moh]
nomukuncane ok’sachwanyana lembuzi ke
nomokuncane ok’sankonyane nkonyane
nomukuncane ok’sachwanyana lembuzi ke
nomokuncane ok’sankonyane nkonyane

[chorus: nomfundo moh, nomfundo moh & big zulu]
kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
kant’uzongilobola nini?
umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy’misele ngani
kant’uzongilobola nini?
kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
kant’uzongilobola nini?
umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy’misele ngani
kant’uzongilobola nini?

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...