letra de egoli - nobuhle
[intro]
iyaya ye
iyaya ye
iyaya ye
[verse 1]
vuka vuka
vuk’uhambe
uye kwanolali
mntaka mama
vuka vuka
vuk’uhambe
uye kwanolali
mntakamama
[chorus]
bayojabula abantwana
upheth’amaswidi ubuy’egoli
bayojabula abantwana
upheth’amaswidi
ubuy’egoli
bayojabula
usufikile ubuy’egoli (ubuy’egoli)
bayojabula
usufikile ubuy’egoli (ubuy’egoli)
bayojabula
usufikile
ubuy’egoli (ubuy’egoli)
bayojabula
usufikile
ubuy’egoli (ubuy’egoli)
[verse 2]
ukusa makubonwe nguwe
bhekisa amabombo ekhaya
mntaka baba
umama kad’ekulindile
uthe uzobuya nemali ekhaya
bayojabula mufika ekhaya
upheth’amaswidi ekhaya
oh buya buya
uthe uzobuya ekhaya
[chorus]
bayojabula
usufikile ubuy’egoli (ubuy’egoli)
bayojabula
usufikile ubuy’egoli (ubuy’egoli)
bayojabula
usufikile
ubuy’egoli (ubuy’еgoli)
bayojabula
usufikile
ubuy’egoli (ubuy’egoli)
[outro]
wuuu еgoli ye
egoli yee
yii yii
egoli egoli
iyeee yee vee
ubuy’egoli
bayojabula
ubuy’egoli
letras aleatórias
- mr fuentes › letra de my life - mr. fuentes
- krec › letra de иной (other) - krec
- komuna קומונה › letra de lo yachol - לא יכול - komuna - קומונה
- errdeka › letra de wischi waschi - errdeka
- oceans red › letra de falling - oceans red
- esther rose › letra de the yard dance - esther rose
- big penny › letra de common cents - big penny
- lenylson luan › letra de anger - lenylson luan
- jxn › letra de may 7th - jxn
- sweetheart › letra de keep going - sweetheart