letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de bhekani ezulwini - ncandweni christ ambassadors

Loading...

bheka kuhle baba
bheka kuhle, k-mnandi futhi kunokuthula

lapho ubaba no mama bemkhonza unkulunkulu

bheka kuhle, k-mnandi futhi kunokuthula

lapho ubaba no mama, bemkhonza unkulunkulu

kufana namafutha, amahle ekhanda
ehlela esilevini sika aroni

bheka kuhle
k-mnandi futhi kuthi qosololo
laph′ibandla lenkosi
limkhonza unkulunkulu

kufana namazolo
asehermoni
e–hlela ezintabeni zasesiyoni

bheka kuhle, k-mnandi futhi kunenjabulo
lapho imindeni imkhonza unkulunkulu

ngithi bheka kuhle, nezingane zabo
zibathobela zimesaba no jehovah
kulelo khaya
kuyogobhoza
imfula yezibusiso, nothando, nokuthula
imfula yezibusiso, nothando, nokuthula

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...