letra de ancestors - mlindo the vocalist
[chorus]
ndlu ka senzangakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[verse 1]
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola
indlu emnyama iphenduk’ inhlekisa umhlaba wonke
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola, hai
indlu emnyama iphenduk’ inhlekis’ umhlaba wonke
kanti wena baba uphendula abanjani?
kanti wena baba uphendula abanjani?
umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona, hai
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona
[chorus]
nihluka nisenza ngakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[outro]
yeeee, yeah!
shubebe, shubebe
baba hai siyashweleza
letras aleatórias
- brandon jenner › letra de one of a kind - brandon jenner
- luzja ice › letra de okna - luzja ice
- lil skele › letra de i saw you by the water - lil skele
- c tangana › letra de lloras por na' - c. tangana
- my kullsvik › letra de krav - my kullsvik
- radiohead › letra de faust arp (thumbs down) - radiohead
- joshua lanuarii › letra de prince street (wait for u) - joshua lanuarii
- thirsty merc › letra de sweet kisses - thirsty merc
- chemicalfarm › letra de tears from your cheeks - chemicalfarm
- white town › letra de catherine - white town