letra de ancestors - mlindo the vocalist
[chorus]
ndlu ka senzangakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[verse 1]
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola
indlu emnyama iphenduk’ inhlekisa umhlaba wonke
kuyobanini umama ‘ami ehlupheka
kuyabanini abantwana besogola, hai
indlu emnyama iphenduk’ inhlekis’ umhlaba wonke
kanti wena baba uphendula abanjani?
kanti wena baba uphendula abanjani?
umama uyanikela imihla yonke, imithandazo yakhe ayiphenduleki
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona, hai
amadlozi ngibone ngathi wona asilahle wona
andazi noma ubone ekhona
[chorus]
nihluka nisenza ngakhona vukani, musan’ ukulala
amakhehla ashis’ imphepho emsamu
izangoma zilahla amathambo zibhule
ndiyazazi ndisisoni mna
kodwa baba hai ndicel’ ungandilibali m’na
ndicel’ ungandilibali m’na
[outro]
yeeee, yeah!
shubebe, shubebe
baba hai siyashweleza
letras aleatórias
- letra de あしたの歌 - 岡村孝子
- letra de sunday finale - stephen sondheim
- letra de stranded - yogi
- letra de surrounded in mist - omenxiii
- letra de hahaha - joker
- letra de burning the blanket - superjoint
- letra de rida - a-low
- letra de my dick's on the phone - crudbump
- letra de sargento hernández - alguna duque
- letra de they all laughed - antje duvekot