letra de amablesser - mlindo the vocalist
[verse 1]
uyaz’ uk’thand umuntu uvele ugcwale ng-ye
uvel’ ubon i-straight
uvele ubon’ umshado
ngisho uma wey’ngane
impilo yakho yonk’ iphelele wena um’ unaye
kanti yena ufun’ ukuhamba
ufuna uk’bona abanye
mina ang’sazi ng’thini, ang’sazi ng’thini ye…
ak’phileki ngaphandle kwakho nawe uyaz’ sthandwa sami…
ngob’ uthen’ akasang’thand ucela ngimyeke
[chorus]
uhambile uma-baby
uhambile uma-baby yea…
uhambe namablesser
uhambe namablesser wooaa…
[verse 2]
beng’nentombi mina, intombi mina aah
beng’nentombi mina, intombi mina aah
kodwa wakhetha ukung’shiya aah
ukung’shiya…
[chorus]
u-lovey wam uhambe namablesser
uhambe namablesser aah…
[bridge]
bathath’ umunt’ wam
bathath’ isthandwa sam why…
nom’ ungahamb’ uzong’ khumbula aah
[chorus]
u-lovey wam uhambe namablesser
uhambe namablesser wahamba
[post chorus]
ihambil’ intombi kamjita, ay ulova…
usho in front of phamb’ kwabantu
wathi “it’s over”
[verse 3]
mina ang’nanto… weeh
mina ang’nalutho, mina
‘maningthathela yena nithi ngenzenjani?
‘maningthathela yena nithi ng’thande bani?
[outro]
wentomb’ yam we
wentomb yam wena aah
buyel ekhaya aah
uma ningthathela yena nithi ngthembe bani?
uma ningthathela yena nithi ngthande bani?
wentomb’ yaaaaaaaaam…
letras aleatórias
- tatiana rou › letra de thotiana remix - tatiana (rou)
- jaxonarts › letra de taffy - jaxonarts
- d0pelink › letra de девка, бабки, лин (girl, money, lin) - d0pelink$$
- descentury › letra de ashes - descentury
- desmond dennis brayton the bully › letra de look at your fix - desmond dennis & brayton the bully
- jdot breezy › letra de ruff rider - jdot breezy
- kapralsky1 › letra de fireboy and watergirl - kapralsky1
- tearing up › letra de cancer of everything - tearing up
- grace sorensen › letra de digits - grace sorensen
- ed sheeran › letra de ed sheeran - f64 (svensk översättning) - ed sheeran