letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de origin - matteo

Loading...

awu vuma vuma ntombi
awu vuma vuma ntombi
siduke namazwe sobabili
siyohlal′emahlathini
uthando lwakho
seluyogcina lungihluk-meza nje
ngoba angazi ngenzenjani?
ngoba phela angisebenzi
ngizimisele ngokuganwa ntombi yami
ngizimisele ngomshado

manje angazi ngenzenjani?
wenangane uyangicisha mani
vuma vuma ntombi
vuma vuma ntombi
siduke namazwe sobabili
siyohlala emazweni
vuma vuma ntombi
vuma vuma ntombi
siduke namazwe sobabili
siyohlala emazweni

uthando lwakho
seluyogcina lungihluk-meza nje
nami angazi ngenzenjani?
noma ngivele ngiziphose emanzini?
uthando lwakho
lungangolwandle
angzi ngenzenjani?
ngoba ngeswele amandla
uthando lwakho
luyadukuza enhlizweni yami we

angazi ngenzenjani
noma ngivele ngiziphose emfolozi?
uthando lwakho lujulile lungenza
ngingalali ebusuku nje
ngihlale ngicabanga ngawe
isitho sakho sona sihle
singenza ngingalali ebusuku
ngihlale ngicabanga ngawe
umlomo wakho
wona muhle

ungenza ngingalali ebusuku
ngihlale ngicabanga ngawe
uthando lwakho
lujulile le
lungenza ngingalali ebusuku
ngihlale ngicabanga ngawe
uthando lwakho
seluyogcina lungihluk-meza nje
ngoba angazi ngenzenjani?

ngoba phela angisebenzi
ngizimisele ngokuganwa ntombi yami
ngizimisele ngomshado
kodwa angazi ngenzenjani?
wena ngane uyangicisha mani
vuma vuma ntombi
vuma vuma ntombi
siduke namazwe sobabili
siyohlala emazweni
uthando lwakho lujulile

lungenza ngingalali ebusuku
ngihlale ngicabanga ngawe
isitho sakho sona sihle
singenza ngingalali ebusuku
ngihlale ngicabanga ngawe
umlomo wakho
wona muhle
ungenza ngingalali ebusuku
ngihlale ngicabanga ngawe
uthando lwakho

lujulile lungenza
ngingalali ebusuku
ngihlale ngicabanga ngawe
uthando lwakho lujulile lungenza

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...