letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de impendulo kababa - mashayabhuqe kamamba

Loading...

[skit: mam’ busi mhlongo]

[chorus (ikholasi) : mashayabhuqe kamamba]

ubaba uth’ ang’ganwe
hho ngizolobola ngani yeh? x2
i’nkomo ay’sekho
hho i’nkomo ay’sekho bo! x2
ubaba uth’ ang’ganwe
hho ngizolobola ngani yeh? x2
i’ntombi ay’sekho
hho i’ntombi ay’sekho bo! x2

[verse (ivesi) 1: mashayabhuqe kamamba]

mina ngangingenjena mina
ngangingenjena mina’ hhay bo!
ngangilisoka mina
ngangilisoka mina hhey!
aw’bheke masoka namhlanje
aseyazisola yehhh
aw’bheke masoka namhlanje
aseyazisola!
ziphi intomb’ bo!
ziph intomb’ bo! yeah!
sadlala maqola esiqhuthi zi mpiko bo!
kwakhala abafana abancane befonela ekhaya kwasha amaphimbo kwakhala abafana abancane befonela ekhaya kwasha amaphimbo
is’lingo bo! ikhehla alikholwa bo!
hhay al’kholwa bo! ngaqonywa umathusi wajika wang’gabha bo!
hhay wang’gabha bo!
usehlel esenkonzweni
use shade nojesu bo!
hhay nojesu
mina ngihleli noshembe
ngihleli noshembe
hhay le zingane

[chorus(ikholasi)]

[verse (ivesi) 2: mashayabhuqe kamamba]

we sizwe sakithi thandazan bo!
thandazan thandazan bo!
le zingane zishaywa yi-fomo bo!
abasazazi x3
osheqe namatattoo
sekwimpilo yenu leyo? x2
impilo isiyashesha!
impilo iyashesha egoli hhey!
izithombe ezinqunu bo!
amanyala’ usisi akazaz
uzibiz’ ngonyazi asmazi!
we baba
we baba uthang’thini mina?
we baba
we baba uthang’thini mina?
lo muntu akazaz’isbongo sakhe
lo muntu akamaz’ umama wakhe
lo muntu akazaz’ uphuma kuphi
ngizoshada bani?

[chorus(ikholasi) : mashayabhuqe kamamba]

ubaba uth’ ang’ganwe
hho ngizolobola ngani yeh?
i’nkomo ay’sekho
hho i’nkomo ay’sekho bo!
ubaba uth’ ang’ganwe
hho ngizolobola ngani yeh?
i’ntombi ay’sekho
hho i’ntombi ay’sekho bo!

[tail (umsila)]
hhey yeah ye yeah heey
wang’shiyuloliwe
wang’shiyuloliwe
hhay wang’shiyuloliwe
wang’shiyuloliwe
hhey yeah yeh

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...