letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de umoya wam - malumnator

Loading...

kukhona abangakwazi uk-mbonga
kukhona abangazange balithola
ithuba lok-mbonga
njengoba esaphila (njengoba esaphila)
kukhona abangakwazi uk-mbonga
kukhona abangazange balithola
ithuba lok-mbonga (ithuba lok-mbonga)
njengoba esaphila (njengoba esaphila)

ngithand’ ukubonga kubazali bam basaphila
mina ngibong’ mama ow-ngigcina
sahlupheka sonke saphila
kodwa manje bheka sengila
ngoba mama washo wathi mfana
bambelela konke kuzolunga
themba enkosini nje kuphela
ngithand’ ukubonga (kubazali bam basaphila)
mina ngibong’ mama ow-ngigcina
sahlupheka sonke saphila
kodwa manje bheka sengila
ngoba mama washo wathi mfana
bambelela konke kuzolunga
themba enkosini nje kuphela

kukhona abangakwazi uk-mbonga
kukhona abangazange balithola
ithuba lok-mbonga (ithuba lok-mbonga)
njengoba esaphila (njengoba esaphila)
ngisadela ithuba we
mina ngibonga mama we
ow-ngilеtha emhlabeni
sengiyakwazi ukubasеla ngengoma we
mina ngibonga mama we
ow-ngiletha emhlabeni
sengiyakwazi ukubasela ngengoma
futhi ngiyathemba ukhuselel’ umoya wakho
umoya (umoya wakho)
futhi ngiyathemba ubuselel’ umoya wakho we uwewe

kukhona abangakwazi uk-mbonga
kukhona abangazange balithola
ithuba lok-mbonga (ithuba lok-mbonga)
njengoba esaphila (njengoba esaphila)

ngithand’ ukubonga kubazali bam basaphila
mina ngibong’ mama ow-ngigcina
sahlupheka sonke saphila
kodwa manje bheka sengila
ngoba mama washo wathi mfana
bambelela konke kuzolunga
themba enkosini nje kuphela
ngithand’ ukubonga (kubazali bam basaphila)
mina ngibong’ mama ow-ngigcina
sahlupheka sonke saphila
kodwa manje bheka sengila
ngoba mama washo wathi mfana
bambelela konke kuzolunga
themba enkosini nje kuphela
ngisadela ithuba we
mina ngibonga mama we
ow-ngiletha emhlabeni
sengiyakwazi ukubasela ngengoma we

mina ngibonga mama we
ow-ngiletha emhlabeni
sengiyakwazi ukubasela ngengoma

futhi ngiyathemba ubuselel’ umoya wakho
umoya (umoya wakho)
futhi ngiyathemba ubuselel’ umoya wakho uwe uwewe

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...