letra de phakade - lira (sa)
[verse 1]
nguwen’ obengimcela k-mdali wam
ma ngikhuleka ngingedwa
ngicela uthathe isandla sami
unginik’ uqobo lwakho
[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade
[verse 2]
sengimtholil’ engizohlala naye
ngakh’ impilo naye ngimthokzise
wena uyintokozo yam
uyisipho esihle empilweni yami
ivulekl’ inhliziyo yami
oh manje sengiholwa nguthando
ngikunika lonke ithemba lam
o akukh’ ukungabaza
ngingowakho ngunaphakade
[chorus]
kuze kube ngunaphakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanjе
kuze kube ingunaphakade
kuzе kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe ngoba
[bridge]
ngibonga ngalolu thando onginika lona
ngibonga nangenhlonipho ongibonisa yona
ngibonga nangegama lakho ongipha lona
lona, lona
[chorus]
ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe phakade
naphakade, naphakade
ngifun’ ukuba nawe namhlanje
kuze kube ingunaphakade
kuze kube ngunaphakade
ngifun’ ukuba nawe phakade
letras aleatórias
- reginaldo rossi › letra de a volta - reginaldo rossi
- adam green › letra de blackout (acoustic) - adam green
- bluume › letra de nuueve - bluume
- idolish7 › letra de tomorrow evidence - idolish7
- maddy soma › letra de goddamn - maddy soma
- matilda pearl › letra de nice to know ya - matilda pearl
- fantastic four › letra de mixed up moods and attitudes - fantastic four
- the new seekers › letra de goodbye is just another word - the new seekers
- distantcry › letra de worst beat ever created [number 25] - extended special - distantcry
- banana gang rus › letra de бонго (bongo) - banana gang (rus)