letra de uthando - kelvin momo & sjava
ng ‘hambe kwaze kwashon’ilanga mama
ng’ funana nothando iw-ngempela
eng’ batholayo badlala ngam badlala ngothando iwamii
ngisize
ngisize
ubuye umpendulo yami
ngoba uthando lungehlule
mmm
thando lungehlule mama
yeah yeah
thando ng’yakubonga ng’geza izandla
ntliziyo yam suyiphendule into yok’dlala
kanti thando yini lena uyifuna kimi?
kanti thando yini nggempela lena uyifuna kimi?
ngoba eng’hlangene nabo bonke mina ngibathandilee
okubuhlungu nengibathandile
bangiphoxile
yazi kuhbuhlungu ukuthanda umuntu
uthi umnika uthando iwako yena don’t appreciate it
mmm
they just don’t appreciate it
yeah yeah
uthando aluboni
abadlale ngothando iwam
hai ang’ basoli
vele kunjalo
ukungazi kufana nokungaboni
ng ‘hambe kwaze kwashon’ilanga mama
ng’funana nothando iw-ngempеla
eng’ batholayo badlala ngam badlala ngothando iwamii
ngisize
ngisize
ubuye umpеndulo yami
ngoba uthando lungehlule
mmm
thando lungehlule mama
yeah yeah
phinde ung ‘bone ng’themb’umuntu
phinde ung’bone ng’thand’umuntu
yeah yeah
ngithi uphinde ung’bone ng’thand’umuntu
phinde ung’bone ng’themb’umuntu
phinde ung ‘bone ng’thath’ithemba lami
ngilibeka k-muntu wasemhlabeni
ngingabathanda bonke
kodwa ungathembi noyedwa
noma uthanda umuntu
umthande ubuyela ngeneno
ngoba umuntu akuyena owakini
umuntu ‘zokujikela emini
thatha kimi
lenddlela ng’yayazi mina ng’yihambile
usethandweni la awunandaba gcine sowulimele
vula amehlo
uvale intliziyo
k’semhlabeni lana kugcwele iy’lingo
ng’hambe kwaze kwashon’ilanga mama
ng ‘funana nothando iw-ngempela
eng’batholayo badlala ngam badlala ngothando iwamii
ngisize
ngisize
ubuye umpendulo yami
ngoba uthando lungehlule
mmm
thando lungehlule mama
yeah yeah
letras aleatórias
- crush › letra de 춤 (love encore) - crush
- inside › letra de chambre 444 - inside
- merle haggard › letra de big city (2007 version) - merle haggard
- teiji mack › letra de water - teiji mack
- ignoredbymyself › letra de guilt - ignoredbymyself
- the screenshots › letra de j@@@@@@@ - the screenshots
- mark lindsay › letra de sunday mornin' comin' down - mark lindsay
- rufuz › letra de zamknięty teren - rufuz
- tag one › letra de $moke zon€ - $tag one
- goga sekulic mile kitic › letra de krize - goga sekulic & mile kitic