letra de kuyenyukela (live) - kelly khumalo
[intro]
yeah
yeah, oh
yeah yeah yeah yeah yeah yeah
yeah yeah yeah yeah yeah yeah
[chorus]
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukela
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukela (kuyenyukela)
[post-chorus]
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
[verse 1]
hamb’ uyotheza
lunghis’ ukudla
khulis’ ingane
yeheni!
hamb’ uyothenga
yenz’ ukudla
fundis’ ingane
awu yehеni bo!
[chorus]
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukеla
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukela (kuyenyukela)
[post-chorus]
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
[verse 2]
hamb’ uyotheza
lunghis’ ukudla
khulis’ ingane
yeheni!
hamb’ uyothenga
yenz’ ukudla
fundis’ ingane
koze kube nini?
[chorus]
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukela
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukela (kuyenyukela)
[post-chorus]
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
[bridge]
athi ng’bolek’ ikama, ngizilingise nay’ indoda
athi ng’bolek’ ikama
athi ng’bolek’ ikama, ngizilingise nay’ indoda
athi ng’bolek’ ikama
athi ng’bolek’ ikama, ngizilingise nay’ indoda
athi ng’bolek’ ikama
athi ng’bolek’ ikama, ngizilingise nay’ indoda
athi ng’bolek’ ikama
[chorus]
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukela
saze sal’thwal’ idombolo
say’thwal’ inkinga
ukuba is’fazane kuyenyukela (kuyenyukela)
[post-chorus]
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
kuyenyukela
ukuba is’fazane kuyenyukela
letras aleatórias
- pa2k c faqu › letra de se kieren parecer a mi - pa2k & c.faqu
- lavender country › letra de stand on your man - lavender country
- англия anglia › letra de давай, пока (ok, bye) - англия (anglia)
- withermoon › letra de world without death - withermoon
- sol fraktal › letra de avellana - sol fraktal
- israel novaes › letra de viva - israel novaes
- yigit tr › letra de trafik - yigit (tr)
- leolegit › letra de skraldemand - leolegit
- adamzz › letra de mørke kunster - adamzz
- larkin poe › letra de every bird that flies – live in concert - larkin poe