letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de thuso phala - imfez'emnyama

Loading...

kusemhlanga la okudlala khona le zingoma
abanye bathi a’idlalwa
a’idlalwa kanjani le zingoma ?
kanti yilapho e’idlalwa khona sterekhi le zingoma

kusesandton la okudlala khona le zingoma
abanye bathi a’idlalwa
a’idlalwa kanjani le zingoma?
kanti yilapho e’idlalwa khona kakhulu ecape town

kuserosebank la kudlala khona le zingoma
emidrand nakhona, ziyadlalwa le zingoma
mina ngithi yilapho ezidlalwa khona sterekhi le zingoma
i’ingoma zomaskandi

umaskandi ngiwufake kwikwaito
ngawufaka kwihip hop
tjukutja, tjukutja
thuso phala
ngomaskandi
umaskandi ngiwufake kwikwaito
ngawufaka kwihip hop
tjukutja, tjukutja
thuso phala
ngomaskandi
ubathola begxuma, gxuma, gxuma
bethi eyakithi le nto
ubathola begxuma, gxuma, gxuma
bethi eyakithi le nto
ubathola begxuma, gxuma, gxuma
bethi eyakithi le nto

ethi umuntu engena lutho
kusho kukhuluma ulopholo impela uqobo lwakhe
uvele uphoxeke nje ukuthi uthini lo
tjukutja, tjukutja
thuso phala
ngomaskandi
kusho umuntu engena lutho
kusho kukhuluma ulopholo impela uqobo lwakhe
uvele uphoxeke nje ukuthi uthini lo
ngithi tjukutja, tjukutja
thuso phala
ngomaskandi

kusehigh park la kudlala khona le zinamba
a’idlalwa kanjani
ngoba bonke la bantu abasebenza lapha abasekhaya
lena ngakithi emakhaya?

ubathola begxuma, gxuma, gxuma (begxuma, gxuma)
bethi eyakithi le nto (bethi eyakithi le nto)
ubathola begxuma, gxuma, gxuma (begxuma, gxuma)
bethi eyakithi le nto (bethi eyakithi le nto)
ubathola begxuma, gxuma, gxuma (begxuma, gxuma)
bethi eyakithi le nto (bethi eyakithi le nto)
uzo’izondisa ngabantu uthi awuyazi imfez’emnyama
ngempela ubani wena?
uzo’ishayanisa nabantu uthi awumazi umfana wama-hit
ubani wena?
uzo’izondanisa nabantu uthi awumazi umfana wama-hit
ubani wena?
ubani?
uzo’ishayanisa nabantu uthi awumazi umfana ose’intweni
ngampela ubani wena?

kuserosebank la kudlala khona le zingoma
abanye bathi a’idlalwa
a’idlalwa kanjani le zingoma?
kanti yilapho e’idlalwa khona kakhulu

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...