letra de namhlanje (feat. mborikha) - gney
ngithi mina eyami namhlanje, eyakho kusasa
mfanakithi ungang’lwisi
ithuba lami
uyibona nami namhlanje, omunye kusasa
mfanakithi ung-y’hlanyisi
iskhathi sami
eyami namhlanje, eyakho kusasa
mfanakithi ungang’lwisi
ithuba lami
uyibona nami namhlanje, omunye kusasa
mfanakithi ung-y’hlanyisi
iskhathi sami
njengoba uspenda omunye akaspendi lutho
ngalinge uyilwele, omunye uyokhipha insimbi adubule
ngivukwa ukuk’zwela ngoba ak’sekho lutho
ubogawule ubheke ithuna lingabiseduze
khona osenhlizweni yakhe yen’ ongaspendi lutho, wena thiwa fakimale
khona oyilanda ngemanzi ongezwa noma iduma, wena ke kad’ ubani
ngithi mina eyami namhlanje, eyakho kusasa
mfanakithi ungang’lwisi
ithuba lami
uyibona nami namhlanje, omunye kusasa
mfanakithi ung-y’hlanyisi
iskhathi sami
eyami namhlanje, eyakho kusasa
mfanakithi ungang’lwisi
ithuba lami
uyibona nami namhlanje, omunye kusasa
mfanakithi ung-y’hlanyisi
iskhathi sami
njengoba uspenda omunye akaspendi lutho
ngalinge uyilwele, omunye uyokhipha insimbi adubule
ngivukwa ukuk’zwela ngoba ak’sekho lutho
ubogawule ubheke ithuna lingabiseduze
namhlanje uzoyifica ihleli nami, mina ngikukhuze
kusas’ uyifice ihleli nonathi, yena adubule
iningi selibuya khona
entweni ihlalikhona
uzuyiyekele isiyobona selibhubha
ngithi mina eyami namhlanje, eyakho kusasa
mfanakithi ungang’lwisi
ithuba lami
uyibona nami namhlanje, omunye kusasa
mfanakithi ung-y’hlanyisi
iskhathi sami
eyami namhlanje, eyakho kusasa
mfanakithi ungang’lwisi
ithuba lami
uyibona nami namhlanje, omunye kusasa
mfanakithi ung-y’hlanyisi
iskhathi sami
letras aleatórias
- bruno porter › letra de san ramít - bruno porter
- melissa lamm › letra de no thrills - melissa lamm
- foreign air › letra de one more night - foreign air
- trust fund ozu › letra de landmine my reality - trust fund ozu
- ed sheeran › letra de shivers (jax jones remix) - ed sheeran
- owen grc › letra de mpatsiko - owen (grc)
- ayyuka › letra de geçecek böyle - ayyuka
- cvlte › letra de eat acid, see god. - cvlte
- rulman ibni segman › letra de kaleme övgü - rulman ibni segman
- zampa capstan manny mani › letra de 5pm - zampa, capstan, manny mani