letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de impilo - dj sliqe

Loading...

[chorus]
noma ungasbamba ngenhliziyo
nathi sizama impilo
ungazo s’tider
ubani oz’empini engapheth isviko
ungazoganga (ungazo dlala)
ezami azinanhliziyo, for real though

[verse 1]
ungabagodl ejalidini makuphel ismandlana
dubula magazini ingane zafa yindlala
i make it up easy abaz kanjan
bathi iy’ nkwayindane, awungitshele why man, why man
kusiph-ka izikhindi makuqhamuka i vandal
kudabuka izikhindi, ayigobeki lensimbi, ayigobeki lensimbi (ayoyoyo ayakayakayaka)
mfana wase msodra ngiphakamisa elase kas lami ngize ngiyobhoda
ngihle ngikokota, isigebengu siyopopa
yekela ukunakana nami ntwana uzozisola, kuzophela ubugora
guqa phansi mawung’bona, ikhansela selikhona
ngipheth u slique ngipheth u twizzy, ntwana zam yang’thola
bambezela k-manzi phansi laskhona, mawudelela tsotsi wafa yinduku, tsotsi wafa yinduku

[chorus]
noma ungasbamba ngenhliziyo
nathi sizama impilo
ungazo s’tider
ubani oz’empini engapheth isviko
ungazoganga (ungazo dlala)
ezami azinanhliziyo, for real though
[verse 2]
basazogcwala
ayoyoyo ayakayakayaka
ugogo wathi fund ibhayibheli mntwana k-mele uthandaze
dubula magazini ingane zafa yindlala, zafa yindlala, zafa yindlala…
iskhathi sokuvuka siyophanda yoh…
move through the pain, it’s all in your brain
stick to your lane it’s gonna be okay
ukukhala akusizi, keep your head up ungajampisi, indod enjani engahlanganisi
lama hater ashis udons lwempisi
better wake up ukulala akusizi
still the same guy ungang’phambanisi
with some lame guy osahlanganisa
better respect lomlisa uyang’thola
ezinye izinja umashisa uyang’thola
ntomb yakho iyang’fisa bhut madlis uyang’bona
ten years in the game ngisa sebenza the same
when i get to that gate better remember my name

[chorus]
noma ungasbamba ngenhliziyo
nathi sizama impilo
ungazo s’tider
ubani oz’empini engapheth isviko
ungazoganga (ungazo dlala)
ezami azinanhliziyo, for real though
[outro]
basazogcwala
ayoyoyo ayakayakayaka
ayoyoyo ayakayakayaka
ayoyoyo ayakayakayaka
ayoyoyo ayakayakayaka
ayoyoyo ayakayakayaka

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...