letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de uhambo remix - cool kidoo

Loading...

bekungekho lula mina ngisafika emculweni
yazi kunzima njani ukungena umuntu ekujuleni
umbhalele engakwazi uthi ” mfowethu ngicela ungi-like(le)”
i even got a page ku facebook ngicela ungilandele

luqalile uhambo
luqalile uhambo lwe mpilo yami
lukhulile uthando
lukhulile uthando lo mculo wami
luqalile uhambo
luqalile uhambo lwe mpilo yami
lukhulile uthando
lukhulile uthando lo mculo wami
ngithi ngifika estudio esithile kuhlangene amalunga
bathi a’ybo ntwana lana ngathi sekuyalunga
kudingeka iduku emculweni mfowethu akukho lula
ngoba uma ungathwele wena bazokubandlulula

bazile ukungiwisa ngabanyisa
basele phansi ngathi bamb’ imisele phansi
bangakhela ama stebhisi ngizonyuka ngabo
i’m always high, plus namaphupho ami aphezulu
i’m too deep with these thoughts

bangifaka umunwe esweni ngacimeza
bebengifuna ngilele phansi bahluleka
noma impilo inzima ngakhuleka
nami i-softe life ngathi iyangimemeza

bekungekho lula mina ngisafika emculweni
yazi kunzima njani ukungena umuntu ekujuleni
umbhalele engakwazi uthi ” mfowethu ngicela ungi-like(le)”
i even got a page ku facebook ngicela ungilandele

luqalile uhambo
luqalile uhambo lwe mpilo yami
lukhulile uthando
lukhulile uthando lo mculo wami
luqalile uhambo
luqalile uhambo lwe mpilo yami
lukhulile uthando
lukhulile uthando lo mculo wami
ngithi ngifika estudio esithile kuhlangene amalunga
bathi a’ybo ntwana lana phela akukho lula
ngoba wena awu sign(anga) deal
mengithi ngiyabheka ideala nami le deal

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...