letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de impilo - black dot afrika

Loading...

impilo lyrics
hook:
ungalahl’ithemba
ubohlal ukhuleka
izifiso zakho zofezeka

chorus:
impilo kulamalanga iyahlaba
namakhay’ es’phuma kuwo awafani
thina( siswel’uthando siswel’ imfudumalo abany’ abantwana bakhule ngobubele x2)

verse1 :
ungahlekisi ngami ngob ng’cula ngingafundile//
ungahamb’utshel abantu ngosizi lwam es’gangeni//
ngoba ksasa ngzophumelel
iphupho lam lisazofezek
ngoba ksasa ngzophumelel aah..
ungambon ngob ekhulelwe new’kole
engasiqedil//
ungahamb uhleba ng-ye uthi lomhlab usumshayil//
ngoba ksas uzophumelel
ngoba ksasa uzow’thol umendo
ngoba ksas’uzophumelela aah..

verse2:
thina s’khuke kab’hlung
masenz intoyethu nje sihlala skhukunyiswa//
instеad of ukuth ngthol uk’sekwa bath lomculo wan uzongsanganisa//
hhayi ngiyazisa //
namhlanj eziny ingane zi own imiz’еnama guiser
zona zathol’ uthando
zona zakhula ngempathoo..
verse3:
sikhul’emakhaya
kudliw’ imbuya ngothi
sisebenza kanzima
sondl’imndeni emakithi//
we builded a lot of love
as if we grew up right
noma bekuhlek uhlupheka
ungalahl ithemba sithi kuwe..

verse4:
shizil mushizila
uzungafis ukufana nomunye
akekh umunt ongenankinga
awulwaz usiz olukuye
akukh ongeke kudlul bekezela
k’yoze k’lunge
bongel’ abanye kuze nawe k’sas uzuze..

chorus:…..
pastor zondo (motivation)

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...