letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de ngakwenzani - aubrey qwana

Loading...

[intro: aubrey qwana]
ngakwenzani mina?
(zinyobula!)

[chorus: aubrey qwana]
oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
haibo mfethu ngakwenzani mina?
celung’tshele, beng’celushwele
haibo mfethu ngakwenzani mina?
celung’tshele, beng’celushwele

[verse 1: aubrey qwana]
celunginabela ungitshele ngenzeni
ulale ngenxeba ungxolele phela
seng’khathele amazondo
sengkhathele amazondo
phela se ngiynkomo edla yodwa, ngiy’ nkomo edla yodwa phela
from day one besihleli siphanta
scabangelana sbizani ngegazi
thina siyngane zebhodwe elilodwa singazodlalabantu
nesimo sithanda ukubheda manje ngenelela malume
wes’, khanda mayeza
uwena owafika nenzondo kulomuzi
wes’, khanda mayeza (ooh shwele baba)
wes’, khanda mayeza (ooh shwele baba)

[chorus: aubrey qwana]
oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
haibo mfethu ngakwenzani mina?
celung’tshele, beng’celushwele
haibo mfethu ngakwenzani mina?
celung’tshele, beng’celushwele

[verse 2: emtee]
unenkinga nami na? yeah
ufun’iskhundla sami na? eh
kanti awukhathali na? eh
ubukisangami na, ahh
bengithi simunye kanti ngihambhe rongo
kulamalanga s’lwel’ imali ney’monto, zinto zomhlaba
askies i’m sorry bo
what have i done? let me know
askies i’m sorry bo
what have i done? let me know

[chorus: aubrey qwana]
oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
oh ngizwile ngamahebezi utshela abantu ukuthi mina ngakona, ngakona
haibo mfethu ngakwenzani mina?
celung’tshele, beng’celushwele
haibo mfethu ngakwenzani mina?
celung’tshele, beng’celushwele

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...