letra de imvula - aubrey qwana and anzo
kuzolungaaaa…
ohh noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyilanga. (aah)
awu noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyi laaanga
mfowethu njobukhalaaa
sazojabula ksasa (sazojabula)
dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
nawe uzojabula ksasa
ohh noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyilanga. (aah)
awu noma yin’imvula uhlale
wazi ukuthi lsazokhanyi laaanga
mfowethu njobukhalaaa
sazojabula ksasa (sazojabula)
dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
nawe uzojabula ksasa
kubuhlungu ngyazi
thembulahlile ngyazi
nalengane oymithi njengamanje
awyazi uzoyondla ngani
mdali uzoyenziplani
babuzoyenziplani
ngobokungenzeki kbantu
ohh kuyenzeka kuyeee
ngabokungenzeki k’bantu
ohh kuyenzeka kuyeeeh
maye okungenzeki kbantu
ohh kuyenzeka kuyeee
ohh noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyilanga. (aah)
awu noma yin’imvula uhlale
wazi ukuthi lsazokhanyi laaanga
mfowethu njobukhalaaa
sazojabula ksasa (sazojabula)
dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
nawe uzojabula ksasa
ohh noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyilanga. (aah)
awu noma yin’imvula uhlale
wazi ukuthi lsazokhanyi laaanga
mfowethu njobukhalaaa
sazojabula ksasa (sazojabula)
dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
nawe uzojabula ksasa
okwamanje mhlampe nje
akuhambi kahle
eskoleni mhlampe nje
awuphasi kahle
emphantweni mhlampe nje
akuhambi kahle
ngokuzama ukufeza amaphupho
bathi nje awuthathi kahle
ngiyazi indabuko iyaficana
ukujabula kuyashintshana
ungakhala ngobuhlungu ubusuku nemini
but mawuthi uyakbuka buya teacher
cha cha cha cha okubi angikugqugquzeli
makukubi asibaduduzeni
ngithi mina qina khohlwa enkosini
igolide uligubhe ubheke
nakuwe kuyoze kulunge
nakuwe kuyoze kuhlume
mawuqhubeka kuyoze kuvume
ngoba ezinomdali ayisoze bune
liyoze line nangakini
kuyoze kmile nangakini
inkosi iyoze ime nangakini
then inhlanhla iyoza seyiza kabili
usazojabula ksasa
inhlungu zisazonqamuka ksasa
inkosi isazokutakula phansi
and mfwethu bazojabula ekhaya
ohh noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyilanga. (aah)
awu noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyi laaanga
mfowethu njobukhalaaa
sazojabula ksasa (sazojabula)
dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
nawe uzojabula ksasa
ohh noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyilanga. (aah)
awu noma yin’imvula uhlale wazi
ukuthi lsazokhanyi laaanga
mfowethu njobukhalaaa
sazojabula ksasa (sazojabula)
dadewethu njobukhala (njobukhala njalo)
nawe uzojabula ksasa
letras aleatórias
- jeroen van merwijk › letra de wrijving - jeroen van merwijk
- the axe nepal › letra de euta chitti - the axe (nepal)
- 西野カナ kana nishino › letra de rainbow - 西野カナ (kana nishino)
- tamashi936 › letra de 2 deep rounds - tamashī936
- allcost › letra de суетолог - allcost
- yombito › letra de a mi natural - yombito
- pipo beatz poison kid › letra de yo sé - pipo beatz & poison kid
- patricio darone › letra de krila - patricio darone
- kalenbree › letra de 1999 - kalenbree
- james wellen › letra de into your arms - james wellen