letra de amahora - anzo & mzukulu
[intro: mzukulu]
awu yee
ye mee mee
awu yee
ye mee mee
[pre-chorus: anzo]
ye molo la, ngashona
ye molo molo molo bo
ye molo la, ngashona
ye molo bo
[chorus: anzo]
sengibala amahora
malike lashona
thath’ iskhwama sami
sengikhumbul’ ekhaya
bala amahora
malike lashona
thath’ iskhwama sami
sengikhumbul’ ekhaya
mina ngiyahamba, ngiyahamba
ngiyolala ibonene
sengikhumbul’ ekhaya
ngikhumbul’ umkami
ngikhumbul’ umkami
ngiyolala ibonene
sengikhumbul’ ekhaya
[verse 1: mzukulu]
ye molo la, ngashona
ye molo wemadoda lashona bo
ye molo la, ngashona
ye molo wemadoda lashona bo
umthwalo usobhokweni wemadoda
nami ke namhla ngeke ngilale la
umthwalo usobhokweni wemadoda
nami ke namhla ngeke ngilale la
ngikhumbul’ umkami madoda
ngikhumbul’ elawini wemadoda
ngikhumbul’ umkami madoda
ngikhumbul’ elawini wemadoda
[chorus: anzo]
sengibala amahora
malike lashona
thath’ iskhwama sami
sengikhumbul’ ekhaya
bala amahora
malike lashona
thath’ iskhwama sami
sengikhumbul’ ekhaya
mina ngiyahamba, ngiyahamba
ngiyolala ibonene
sengikhumbul’ ekhaya
ngikhumbul’ umkami
ngikhumbul’ umkami
ngiyolala ibonene
sengikhumbul’ ekhaya
[verse 2: anzo]
wenduna, wenduna
bengicel’ ukuthi ungikhulumele nomphathi omkhulu
wenduna, wenduna
bengicela liyongishonela ezweni lobabomkhulu
ngicel’ ungidedele makushaya uthwelufu
fun’ ukuyoqala ngokupakisha umthwalo
cel’ ush-sh- ukuthi angibekel’ isihlalo
ngoba ngiyehla nje ngiyobona umakhumalo
angiziyenzisi nhlobo ngikhumbul’ owakwami
kwathi angiqale manje ngikhumbul’ ulovey wami
mina angeke, ngeke ngimele obunye ubusuku
ngaphandle koku[?]
[chorus: anzo]
sengibala amahora
malike lashona
thath’ iskhwama sami
sengikhumbul’ ekhaya
bala amahora
malike lashona
thath’ iskhwama sami
sengikhumbul’ ekhaya
mina ngiyahamba, ngiyahamba
ngiyolala ibonene
sengikhumbul’ ekhaya
ngikhumbul’ umkami
ngikhumbul’ umkami
ngiyolala ibonene
sengikhumbul’ ekhaya
letras aleatórias
- grzegorz turnau › letra de straszny przypadek z parasolem - grzegorz turnau
- karbholz › letra de schöne zeit - kärbholz
- dallos bogi › letra de keresem a helyem - dallos bogi
- the zombies › letra de sometimes [intro takes 1, 2, 3, 4, 5, 6] - the zombies
- lotus plaza › letra de strangers - lotus plaza
- the movielife › letra de read my lips - the movielife
- ivy › letra de she really got to you - ivy
- groovenics › letra de just right - groovenics
- nacha guevara › letra de balada de la pera - nacha guevara
- dani umpi › letra de dark room - dani umpi