letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de bengemanzi - zoë modiga

Loading...

[verse 1]
asizwani
awung’boni
angiyen’ umuntu kuwena
anginamizwa kuwena
ngathi ngiyisidwedwe sakho
kanti s’thandwa luph’ uthando?

[chorus]
abant’ abay’ inda-ndawonye
bengemanzi bengemanzi
asakh’ ikhaya lethu
umoya phansi, umoya phansi

[verse 2]
kwehl’ is’thunzi
kuphel’ ulwazi
asizam’ ubon’ indlela
singabali amaphutha
sibe ndawonye
moya munye

[chorus]
abant’ abay’ inda-ndawonye
bengemanzi bengemanzi
asakh’ ikhaya lethu
umoya phansi, umoya phansi
abant’ abay’ inda-ndawonye
bengemanzi bengemanzi
asakh’ ikhaya lethu
umoya phansi, umoya phansi
asakh’ ikhaya lethu
umoya phansi, umoya phansi

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...