
letra de okokgcina (club mix) - ze2, oskido & young stunna
[chorus: ze2]
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
[verse 1: ze2]
bengithi uthando lungehlule
seng’qedile ngeke k’phinde k’lunge
ngikhale ntakama ngingen’othandweni
kanti inkosi ik’zwile uk’khala kwam’
yang’busisa ngothando lwangempela
yang’busisa ngensizwa yangempela
baba phemba lomlilo
okokgcina lomjolo
ngeke ngiphinde ngithande omunye umuntu
[chorus: ze2]
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
[verse 2: young stunna]
okay, hhmn
hey, ngimtholile wangempela
ang’safun’ abanye, haybo nguye
inhliziyo iyamemeza
ithi angibek’ithemba kuye, maye
sizophathaphathana kahle
ikhaya lakhe ikhaya lami
emhlabeni kwaba kuhle, manginawe
sizophathaphathana kahle
ikhaya lakhe ikhaya lami
emhlabeni kwaba kuhle, manginawe
[chorus: ze2]
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
baba busisa busisa lomjolo, okokgcina
letras aleatórias
- letra de bellaqueo* - jowell & randy
- letra de a short intervention - alyssa joseph
- letra de silent stranger - flamborough head
- letra de beyond me - ric wilson & terrace martin
- letra de 때려쳐 (beat it) - day6
- letra de 月光族 dwc (ń7ä remix) - sophy (王嘉儀)
- letra de 16 grados* - gian (uy)
- letra de in the beginning - justin rarri
- letra de cliff - caitlyn scarlett
- letra de expressway to your heart - russ ballard