letra de abanjani - yallunder, mzukulu & anzo
[verse 1: mzukulu]
kazi kusele abangaki
mangiphoxwa nguwe ngiyobuye ngilitholephi ithemba
kusele abanjani, kusele abanjani
kazi kusele abanjani
mangiphoxwa nguwe ngiyobuye ngilitholephi ithemba
kusele abanjani, kusele abanjani
[chorus: yallunder]
sthandwa mangiphoxwa nguwe
kusele abanjani
uphul’ ithemba lami
w-ngijikela kusele abanjani
sthandwa mangiphoxwa nguwe
kusele abanjani
uphul’ ithemba lami
w-ngijikela kusele abanjani
[verse 2: anzo]
thina sasinjengamajuba
uthando lwethu lwalungena magquma
ingxabano zazingenako ukuduba
w-ngithanda ngisho nje ngingenawo uzuka
mina nje ngangazi ukuthi inhliziyo yami iyophulwa nguwe (iyophulwa nguwe)
mina nje ngangazi ukuthi injabulo yami iyophucwa nguwe (iyophucwa nguwe)
phela wena nje kwakuyena umuntu oleth’ isbani kimi
kusenoqubu kwakuwena umuntu okhiph’ islwane kimi
masengijikelwa nguwe
kazi abanye banjani
[chorus: yallunder]
sthandwa mangiphoxwa nguwe
kusele abanjani
uphul’ ithemba lami
w-ngijikela kusele abanjani
sthandwa mangiphoxwa nguwe
kusele abanjani
uphul’ ithemba lami
w-ngijikela kusele abanjani
letras aleatórias
- letra de don't poke the bear - the wombats
- letra de just how to hire the top radius movers - malika
- letra de zombie - youngboy never broke again
- letra de rajkumari - dundar the barbarian
- letra de insomniac - jomm
- letra de gallina* - sofía reyes
- letra de mentally unstable - benny vales
- letra de circles.exe - naked & baked
- letra de 555 - kaii lev
- letra de lejos un rato - cabiria