
letra de indlela yempilo - walt disney records
Loading...
[intro]
nants ingonyama bagithi baba
sithi uhm ingonyama
nants ingonyama bagithi baba
sithi uhhmm ingonyama
ingonyama
siyo nqoba
ingonyama
ingonyama nengw’ enamabala
ngelanga sifika kulomhlaba
sacwayiziswa yilanga
kuningi esingakubona
esingakwenza ngeke sikuqede
kuningi esikwamukelayo
esingakuthola ngeke sikuqede
uma ilanga liphuma
esibhakabhakeni
okuncane nokukhulu likujikeleza
indlela yempilo
isiqhuba sonke
ekupheleni kwethemba
ukholo nothando
sizoyithola indawo
kulokusombuluka
kwendlela
indlela yempilo
indlela yempilo
isiqhuba sonke
ekupheleni kwethemba
ukholo nothando
sizoyithola indawo
kulokusombuluka
kwendlela
indlela yempilo
letras aleatórias
- letra de тень (shadow) - eyes of ice
- letra de yummy - jay park
- letra de bad news - sebastian walldén
- letra de hawelt - amr diab
- letra de hamborger (prod.yngbeats) - yung aidz
- letra de colors - we are leo
- letra de the penhalonga piper - john edmond
- letra de sin mirar atrás - ro baz
- letra de revenge - fresh (band)
- letra de young curry - shawn smith