letra de 10k - tony dayimane
mangithi ‘nhla’ 10k money in
ngajuluka ngabamanzi ngiyinkunzi imali iningi
ngadla amathambe engqond’ ukuthi ngisave-e noma ngyidle
noma ngvele ngbizi straight sbuki movie order in
ngaphinde ngacabanga ngathi ukuthi no i got a kid
but namhlanje zulwesihlanu so zyabuya laphe wish
ngageza ngabamuhle and i bounced from the crib
mangithi ngphumi emnyango sek-mnyama u half past 6
uber to my —-
r100 just to get there
ngyafika ziynkantina uyabo’ bayphothekele
ngabatshela ukuthi snqaqe sye club-ini siy enjoy-ele
bonke bavuma fast badli swenk ba relax-a
ngabuza banamalini
usphah wathi unestina
umxo wathi uneclip-a khon’ ithou elisele endlini
plus mxo une h1 so itransport isilungile
sokwazi ukuthi sbuye sesphethi iyngane if klunga ngaphambili
sngaphandle manje wish
iyngane ygcwele phandle ezinye zazo yceli ulift
olova ba relax cause lana zela ama drinks
in and out ushawe fast cause azile nge mission
umxo ufuna sambe sidli imali leclub-ini
ngycabanga senzenjani umah wengane ubangisdina
ulokhe phone, ulokhe phone ulokhe ekphinda phinda
and nami ngyabaseleka so iphone ngvele ngaycisha
uspha uyafi insini
gibele emotweni
indleli skhombe envy
khathele lo’khuluma ngfuna utshwala nama cherry
plus iyngane yobe ygcwele cause kyobe kperform ublxckie
no barman w-ngase ekhaya uyangfonela ungbuz’ ngkephi
ngamtshela ke sendleleni futhi ngamfakelu 6k
ukuze sfik’ utshwala bgcwele sebdekiw’ etafuleni
amacider, nama jager nebhodlela le hennessey
safika nath’ sangena aba’ search/anga ku entrance
letras aleatórias
- letra de nina - jay ardz
- letra de mochafreestyle. - brwnlink
- letra de more time - dana jean phoenix
- letra de tokyo - dwin & kush kush
- letra de glitter - allstars
- letra de it's always good to tell someone you love them - dale hollow
- letra de 19 - apocalypse.ts
- letra de 멋 (the real) - ateez
- letra de mister love - dr. buzzard's original savannah band
- letra de steal my thunder - dj butt stuff barbie