
letra de amakhehla - sjava feat. udumakahle, anzo & vernotile
ngithi ngicela nitshele isitha sami
ukuthi ang′hambi ngedwa
ngihamba nabangabonwa
abangabonwa abadala
ngihamba nomkhulu wami unjinga
nasempini yasencome
kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
ngihamba nomkhulu wami unjinga
nasempini yasencome
kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
uke afike kimi nangephupho
athi mzukulu ubosibheka isandla somuntu
nami ngilele laphengilele khona ethuneni
ngenxa yaso isandla somuntu
banomona abantu
ngihamba nomkhulu wami unjinga
nasempini yasencome
kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
sonyakaza kodwa dlozi lam
bovika phela ezitheni zam
balwisana nempumelelo yami
hamba nabani wo dlozi lam
bovika phela ezitheni zam
balwisana nempumelelo yami
ngithi ngicela nitshele isitha sami
ukuthi ang’hambi ngedwa
ngihamba nabangabonwa
abangabonwa abadala
maye ngiyak′zwela
ngoba lamakhehla anodlame
anodlame ngiyawazi
oh ngiya’zwela
ngoba lamakhehla anodlame
ave enodlame ngiyawazi
ubokhulum’ ukhulum′ ukhulum′ ubuye ubal’ amagamakho
ukhumbul′ ukuthi nami nginedlozi lami
ubothi mawushwashwada nabangani bakho
nihlel’ ukuthi ningiqumbe phansi
ubuye ukhumbule, nami nginedlozi and liyalwa
uyozwa sekuthiwa nimbon′ enje
isimo sesinje
wafaka unyawo lakhe lapho elingafakwa khona
manje ziyamnetha
nj’oba nibona nje kunje
impilo isinje
akahlanyi ekhanda
obabamkhulu abamthwalisa umqhele ogcwele nje ameva
ameva
yingakho mina ngithi
ngicela nitshele isitha sami
ukuthi ang′hambi ngedwa
ngihamba nabangabonwa
abangabonwa abadala
maye ngiyak’zwela
ngoba lamakhehla anodlame
anodlame ngiyawazi
oh ngiya’zwela
ngoba lamakhehla anodlame
ave enodlame ngiyawazi
letras aleatórias
- letra de guitarloop_2_v3_final - michał anioł
- letra de もじもじ (time is flowing slowly) - セラニポージ (serani poji)
- letra de newhighbebru - кашмар gang (kashmar gang)
- letra de revenge of the orchestra - apashe
- letra de akharesh - davin
- letra de miles to go - gregory alan isakov
- letra de engines - jakprogresso
- letra de "i thnk tht yr beautiful" - mia11112233
- letra de onye eze - ryt path
- letra de business man - fish fight