letra de ubala - simmy
[verse 1]
iqiniso liyasihlula
bheka manje nginjani
ngihlezi lapho
enginganjabuli khona
[pre-chorus]
ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe…
nguwe wedwa ubambo lwami
ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe…
nguwe iqiniso lami, oh welele ma
[chorus]
kobanini kodwa ngihlalel’ ubala
khona la kushoda khona
kobanini kodwa ngihlalel’ubala
khona la ngishoda khona
[post-chorus]
khona la ng’shoda khona
hayi, khona la ng’shoda khona
khona la ng’shoda khona
hayi, khona la ng’shoda khona
[verse 2]
iqiniso liyababa nam’ angisazi
ngenzenjani
ubusuku nemini
ingqondo yami iyazulazula
[pre-chorus]
ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe
nguwe wedwa ubambo lwami
ngoba empeleni nguwe, nguwe, nguwe
nguwe iqiniso lami, oh welele ma
[chorus]
koba nini kodwa ngihlalel’ ubala
khona la kushoda khona
koba nini kodwa ngihlalel’ ubala
khona la ng’shoda khona
[post-chorus]
khona la ng’shoda khona
hayi, khona la ng’shoda khona
khona la ng’shoda khona
hayi, khona la ng’shoda khona
khona la ng’shoda khona
hayi, khona la ng’shoda khona
khona la ng’shoda khona
hayi khona la ng’shoda khona
[outro]
khona la kushoda khona
hayi, khona la kushoda khona
khona la kushoda khona
hayi, khona la kushoda khona
koba nini kodwa
hayi!
‘khona la kushoda khona
hhayi ‘khona la ng’shoda khona
letras aleatórias
- letra de the soldier and the child - irradiance
- letra de young $lick - parris chariz
- letra de gone - emtee
- letra de minimalite - sagopa kajmer
- letra de in habitat - atlas at last
- letra de crónicas de gominola - ossian zgz
- letra de orbán, verd ki a ferinek - krúbi
- letra de fendi - richey mula
- letra de my own hero - skyreign
- letra de youth - cleopatrick