letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de imbali yami - silentgvn

Loading...

udali uyakhala uthi ufuna uk’hlala nami
ufuna ukungtholela ingane efana nami
ngzokwakhela umuzi omkhulu ezimbali
entwasahlobo uqhakaza njengembali x2

wembali yami
wembali yami
wembali yami
uthi ufuna uk’hlala nami
wembali yami
wembali yami
wembali yami
mina ngikthanda okwamanyani

inkanyenzi yam nguwe baby uyangkhanyisa
unjengesbani empilwen yam kvele kukhanye bha
kugcwele wena enqondweni usuyanghlanyisa
untshontshe inhliziyo yam ngzobiza amaphoyisa

bathi kuzophela sthandwa no bashaya ipali
nguwe owathi ufuna mina nawe s’hlalisane
inhliziyo yam maythetha nawe idansa okweskhothane
yinhle nalentombi ,isphalaphala , indoni yamanzi

udali uyakhala uthi ufuna uk’hlala nami
ufuna ukungtholela ingane efana nami
ngzokwakhela umuzi omkhulu ezimbali
entwasahlobo uqhakaza njengembali x2
wembali yami
wembali yami
wembali yami
uthi ufuna uk’hlala nami
wembali yami
wembali yami
wembali yami
mina ngikthanda okwamanyani

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...