letra de ukuhlupheka - shwi no mtekhala
kanti kuhlupheka kwavelaphi
sekungathi ngakuthenga
ngamalini sengaze ngihlupheke nje
mhh angidlile mh angidlile
kanti kuhlupheka kwavelaphi
sekungathi ngakuthenga
ngamalini sengaze ngihlupheke nje
mhh angidlile mh angidlile
kanti kuhlupheka kwavelaphi
sekungathi ngakuthenga
ngamalini sengaze ngihlupheke nje
mhh angidlile mh angidlile
ho kade ngisebenzela abanye abantwana
angina lutho angina mali
ho kade ngisebenzela lezi ntandane
angina lutho angina mali
kanti kuhlupheka kwavelaphi
sekungathi ngakuthenga
ngamalini sengaze ngihlupheke nje
mhh angidlile mh angidlile
kanti kuhlupheka kwavelaphi?
sekungathi ngakuthenga
ngamalini sengaze ngihlupheke nje
mhh angidlile mh angidlile
kwathi ngelinye ilanga ngihleli (ngingena mali)
ngingenayo mina imalini na (ngingena lutho)
kwathi ngelinye ilanga ngihleli (ngingena mali)
ngingenayo mina imalini na (ngingena lutho)
ngalala mina ngingadlile (ngacel’enkosini)
zehla kimina izinyembezi (ngathandaza)
ngalala mina ngingadlile (ngacel’enkosini)
zehla kimina izinyembezi (ngathandaza)
kwathi ngelinye ilanga ngihleli (ngingena mali)
ngingenayo mina imalini na (ngingena lutho)
ngalala mina ngingadlile (ngacel’enkosini)
zehla k-mina izinyembezi (ngathandaza)
kazi kuhlupheka kwavelaphi?
sekungathi ngakuthenga
ngamalini sengaze ngihlupheke nje?
mhh angidlile mh angidlile
letras aleatórias
- letra de por que? - element the chef
- letra de c'est la vie - bodyworx
- letra de how you feel - larissa lambert
- letra de big wide eyes - godex (deu)
- letra de my dead city - versus (new york)
- letra de until noon - powfu & the chainsmokers
- letra de esta (no) sí es una canción de amor - 9ckles
- letra de cаморазрушения (self - destruction) - drugblade
- letra de we!n - robert hellos
- letra de снова (again) - nestre