letra de ngiyabheja ngawe - sbahle & mawelele
[intro]
(fak’intelezi kinglee)
[verse 1: sbali]
oh dali
ngiyafa amakhaza
uthi ngithini was’uhamb’ is’khathi eside we dali
ngiyafa amakhaza
uzobuya nini, baby, ngiyagodola?
angifuni lutho ng-nt- yami
angifuni lutho ezophazamis’uthando lwethu
angifuni lutho ng-nt- yami
angifuni lutho ezophazamis’uthando lwethu
[chorus: sbali]
ngiyabheja ngawe
oh, ngiyabheja ngawe
oh, dali
oh, ngiyabheja ngawe
[verse 2: mawelele]
baby god knows you’re my one and only
kukhala wena dali, esifubeni sam
and sometimes i’ve been feeling lonely
ngaphandle kwakho dali
kuyabanda dali
ngiye ngahamba dali
ngase ngabona abanye
ngakhohlwa ngawe dali
ngakhohlwa ngothando lwethu
ngiye ngahamba dali
ngase ngabona abanye
kodwa ofana nawe dali
asoze abekho dali
[refrain: mawelele]
dali uthando, uthando lwakho
lufana no-poison
noma ngingahamba umhlaba wonke
asoze ngamthola ofana no sweety lovey
[chorus: sbali]
ngiyabheja ngawе
oh, ngiyabheja ngawe
oh, dali
oh, ngiyabheja ngawе
[verse 3: sbali]
dali seng’fisa ukudiliza lezontaba
wah, ezing’sithela wena
dali nembali yakho iyoze ibuye
oh, ngabe uzobuya na?
soka lami
mawungekho eduze kwami ngiyaphambana
oh, dali
oh, buya
mntana womuntu ngiyafa yink-mbulo
namakhaza ayazenzela la kimi, ooh
[outro: mawelele & sbahle]
dali uthando, uthando lwakho
lufana no-poison
noma ngingahamba umhlaba wonke
asoze ngamthola ofana no sweety lovey
letras aleatórias
- letra de slut szn (slowed & reverbed) - sassy scene
- letra de vengeance - killstreak us
- letra de indonesia bangkit - conrad good vibration
- letra de drugs got my heart slower* - lil shine
- letra de never in love - tom will
- letra de ak ve kara - lejifx
- letra de your mother's homesick too - the fallen angels
- letra de that's cool - xanman
- letra de пусто (empty) - майджес (maydzhes)
- letra de rosi en jersey - j battle