letra de sekusele kancane - phila dlozi
[chorus]
sekusele kancane
nami ngizohamba ngemoto enkulu ngelinye ilanga
sekusele kancane
nami ngizohlala emzini omkhulu ngelinye ilanga
sekusele kancane
nami ngizoba nemali eningi ngelinye ilanga
sekusele kancane iyeh
selizophuma ilanga
sekusele kancane iyeh
sengizofika kwanompumelelo
[verse 1]
kudala indlala ingu mngani wami
ngisho naseku khuleni kwami ngyayazi
anginazange ngalibona ithuna lendlala
ngakho ke angeke ngyeke ukzama
benginethemba ukuthi indlala iyozala impumelelo ngelinye ilanga
benginethemba ukuthi indlala iyozala impumelelo ngelinye ilanga
[chorus]
sekusele kancane iyeh
selizophuma ilanga
sekusele kancane iye
sengizofika kwanompumelelo ngeliny’ilanga
sekusele kancane iyeh
selizophum’ilanga
sekusele kancane iyeh
sengizofika kwanompumelelo ngeliny’ilanga
[verse 2]
mdali ngyacela ungangithathi manje
ngsenesifiso sokuya ekhaya bathokoze ngami
ngisafisa ukubona leso sthombe senjabulo
ebusweni buka mame mangifika ngemoto enesondo emhlane
[chorus]
sekusele kancane iyeh
selizophuma ilanga
sekusele kancane iyeh
sengizofika kwanompumelelo ngeliny’ilanga
sekusele kancane iyeh
selizophuma ilanga
letras aleatórias
- letra de blue - lolo zouaï
- letra de holding on - lewis capaldi
- letra de slow down - normani
- letra de preacher foretold - shawn james
- letra de run it up - yung romvn
- letra de the fear - lotus eater
- letra de pressure - allen stone
- letra de la tragedia delle certezze - nowhiterag
- letra de nice dreams - son little
- letra de froze - onedayvacay