letra de ekhaya - nontokozo mkhize
[intro]
ekhaya
ekhaya
ekhaya
ekhaya (sas’miswe umkhuleko ka gogo)
ekhaya
ekhaya (sas’miswe umthandazo ka gogo)
ekhaya
ekhaya
[verse 1]
amandla omkhuleko
alimisa ikhaya
amandla omkhuleko
asigcina sindawonye
simile namhlanje
umkhuleko
umkhuleko unamandla
[verse 2]
hawu, hawu
ngiyazibuza ngathi
hawu, hawu
engabe siyoba abazali abanjani na?
kuyothiwani ngathi?
ngathi ayoma yini amakhaya?
siyokhuleka yini na?
[verse 3]
amandla omkhuleko
alimisa ikhaya
amandla omkhuleko
asigcina sindawonye
simile namhlanje
umkhuleko
umkhuleko unamandla
[verse 4]
nkulunkulu omdala
nkulunkulu wasemandulo
silaph’esikhona mdali
kuyintando yakho
[verse 5]
wenkulunkulu omdala
wenkulunkulu wasemandulo
silaph’esikhona mdali
kuyintando yakho
silaph’esikhona mdali
kuyintando yakho
[verse 6]
wenkulunkulu omdala
wenkulunkulu wasemandulo
silaph’esikhona mdali
kuyintando yakho
[verse 7]
amandla omkhuleko
alimisa ikhaya
amandla omkhuleko
asigcina sindawonye
simile namhlanje
umkhuleko
umkhuleko unamandla
[verse 8]
amandla omkhuleko
alimisa ikhaya
amandla omkhuleko
asigcina sindawonye
simile namhlanje
umkhuleko
umkhuleko unamandla
[outro]
konke sikubike gameni lakho (siza ngo-)
ngomkhuleko
ngomkhuleko baba
ngomkhuleko
ngomkhuleko baba
ngomkhuleko
ngomkhuleko baba
letras aleatórias
- letra de i smile for e - rahill
- letra de anybody but you - lauren watkins
- letra de supernatural - sevi (bgr)
- letra de lederjacke - moé (artist)
- letra de replacements - la roux
- letra de прицел (aim) - white punk
- letra de highway - diss gacha
- letra de yonde - chad alex
- letra de joyful? - ekao
- letra de patron saint of interest rates - cat be damned